- Mapholoba,
- Nyuswa,
- Fuze,
- Mavela,
- Mafuzafulele njegefu lemvula,
- Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
- Mavulankungu kuvelilanga,
- Sididane,
- Ngongoma,
- Maqadi amakhulu,
- Mbili
Dube
- Mbuyazi,
- Lushozi,
- Mafukuzela,
- Nyamazane,
- Nzwakele,
- Mbuyisa,
- Gobhozi,
- Nyuswa,
- Ngcobo,
- Fuze,
- Mapholoba,
- Ama-Qadi
Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.
Dlodlo:
- Mabanga,
- Mtingi,
- Bangile,
- Bhengela,
- Mthiyane
Duma/Dumisa:
- Ntenga,
- Mthombeni,
- Walaza,
- Dlangisa,
- Gcwensa,
- Ndimande,
- Mvula
Nzimande
- Mphephethwa,
- Mdluli,
- Mdlobhiya,
- Mangcamane,
- Ngwekazi,
- Gwala,
- Mancama,
- Vilakazi
Dumakude
Shange
Nzimase
Sishi
Goba
Jangaza
Ntshalintshali
Phathwayo
Gwagwa
Mlambo, Qunga
Gwamanda
Yenga, Sochumase
Jwaha/Jwara:
- Mbelwa,
- Mnangwe,
- Sjekula,
- Gubeshe,
- Theleza,
- Lenge,
- Ndawonde
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Hey bantu bakithi, ujulile umlando. Sotshikase, ngathi umlando uyavuma ukuhlobana kuka Dube no Ngcobo. Infact into eyodwa, abakwa Ngcobo abakwa Dube. Ngizocela wonke umuntu lapha ake ayocingisisa angaphikisi. Iyani kwabadala abazi umlando, ningaphikisi ngalokhu enikwaziyo. Ngaphikisa nami kodwa uma ngimbulala ngathi uyangakhona impela uMthiya. Kunezibongo eziningana nje impela eziphuma kwa Dube. Esinye sazo uMngoma. Hey kunzima, okwanje ukuthi ubucayi lomlando ngoba uphikisa wonke lo obhaliwe ezinkundleni. Owangempela niyowuthola kubanikazi oDube no Ngcobo.
Siyabonga ukwazi umlando wathu Maqadi,kodwa ngifisa incazelo ikhona yini lento yokuthi singamabhaca?