- Mapholoba,
- Nyuswa,
- Fuze,
- Mavela,
- Mafuzafulele njegefu lemvula,
- Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
- Mavulankungu kuvelilanga,
- Sididane,
- Ngongoma,
- Maqadi amakhulu,
- Mbili
Dube
- Mbuyazi,
- Lushozi,
- Mafukuzela,
- Nyamazane,
- Nzwakele,
- Mbuyisa,
- Gobhozi,
- Nyuswa,
- Ngcobo,
- Fuze,
- Mapholoba,
- Ama-Qadi
Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.
Dlodlo:
- Mabanga,
- Mtingi,
- Bangile,
- Bhengela,
- Mthiyane
Duma/Dumisa:
- Ntenga,
- Mthombeni,
- Walaza,
- Dlangisa,
- Gcwensa,
- Ndimande,
- Mvula
Nzimande
- Mphephethwa,
- Mdluli,
- Mdlobhiya,
- Mangcamane,
- Ngwekazi,
- Gwala,
- Mancama,
- Vilakazi
Dumakude
Shange
Nzimase
Sishi
Goba
Jangaza
Ntshalintshali
Phathwayo
Gwagwa
Mlambo, Qunga
Gwamanda
Yenga, Sochumase
Jwaha/Jwara:
- Mbelwa,
- Mnangwe,
- Sjekula,
- Gubeshe,
- Theleza,
- Lenge,
- Ndawonde
Nolwazi mbonambi
Ngyazi ukuth umbonambi no dube into eyodwa kodwa angazi kanjani ngoba izithakazelo azifani cela ningchazele
Sibusiso Dube
Kuyiqiniso impela abawa Mbonambi, Dube,Lushozi no Mbuyazi abantu ababodwa. uMbonambi no Dube bazalwa uMbuyazi.
Nkululeko dube
Kungani pho ithakazelo zethu zehluke kangaka ngb mbonambi unezakhe ithakazelo nodube uneza
Nomusa
Ngicela ukwazi ngenhlangano yobumbano lwaMaFuze eKZN Northern region. Ngiyabonga
Mzwayi Mapholoba
Cha kuyintokozo ukuzwa izindaba ezimnandi kangaka, ayiphushwe impela le eyokuvuselela amasiko nesibongo kanye nezithakazelo zethu, ngibonga wonke umuntu obambe iqhaza lapha. Sipho Ngcobo
Wandile Dube
I believe we have more or less the same information and different ways of interpreting it. U Langalibalele Dube njengoba simazi u Langalibalele Ngcobo; uzalwa ebukhosini baseMaqadini. Bakhona oNgcobo bakubo futhi basabizwa ngoNgcobo ngaphandle kwesizukulwane sakhe uLangalibalele asesabizwa ngo Dube. Isibongo sakwaDube sasivele sikhona engakazalwa uLangalibalele – labo abahlobene noNgcobo. Ngyabonga
Zipho Ngcobo
sengathi uDube ubaba kaJ L wayezalwa kuNdlunkulu amaQadi kuyindlu encane eyayingekho elungelweni, kodwa ngoba uDube wathatha inkolo, amaQadi iwona abe eseqhubeka nobukhosi bamaQadi
Ayanda
uDube ka Slwane kwakungumkhulu ka John, ezala ubaba wakhe uJames owaba ngumfundisi omnyama wokuqala eNanda
Harris Thulebona Ngcobo
It is good to know this . Where is this information taken from ?
philangcobo3@gmail.com
Cha bakwethu u Ngcobo no Dube abahlobene nakancane into edida abantu indaba kaJohn Langalibalele. Ubaba wakhe uDube isibongo sakhe uNgcobo u Dube igama lababa wakhe not ukuthi isibongo
Sent via my BlackBerry from Vodacom – let your email find you!
eric
Fuze, it is really good stuff. but please note that abakwa Dube are not related to Ngcobo at all except the children of John Langalibalele Mafukuzela Dube. When he went overseas he used his name “Dube” as his surname, no one understands why he did that. and since then people thought Dube and Ngcobo are related.
Ayanda
Igama la mkhulu wakhe, uDube ka Slwane kwakungumkhulu ka John Dube, kumanje isizukulwane sakhe sizithakazela ngo Ngcobo.