- Mapholoba,
- Nyuswa,
- Fuze,
- Mavela,
- Mafuzafulele njegefu lemvula,
- Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
- Mavulankungu kuvelilanga,
- Sididane,
- Ngongoma,
- Maqadi amakhulu,
- Mbili
Dube
- Mbuyazi,
- Lushozi,
- Mafukuzela,
- Nyamazane,
- Nzwakele,
- Mbuyisa,
- Gobhozi,
- Nyuswa,
- Ngcobo,
- Fuze,
- Mapholoba,
- Ama-Qadi
Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.
Dlodlo:
- Mabanga,
- Mtingi,
- Bangile,
- Bhengela,
- Mthiyane
Duma/Dumisa:
- Ntenga,
- Mthombeni,
- Walaza,
- Dlangisa,
- Gcwensa,
- Ndimande,
- Mvula
Nzimande
- Mphephethwa,
- Mdluli,
- Mdlobhiya,
- Mangcamane,
- Ngwekazi,
- Gwala,
- Mancama,
- Vilakazi
Dumakude
Shange
Nzimase
Sishi
Goba
Jangaza
Ntshalintshali
Phathwayo
Gwagwa
Mlambo, Qunga
Gwamanda
Yenga, Sochumase
Jwaha/Jwara:
- Mbelwa,
- Mnangwe,
- Sjekula,
- Gubeshe,
- Theleza,
- Lenge,
- Ndawonde
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Ngicela ukwazi ngenhlangano yobumbano lwaMaFuze eKZN Northern region. Ngiyabonga
Cha kuyintokozo ukuzwa izindaba ezimnandi kangaka, ayiphushwe impela le eyokuvuselela amasiko nesibongo kanye nezithakazelo zethu, ngibonga wonke umuntu obambe iqhaza lapha. Sipho Ngcobo
I believe we have more or less the same information and different ways of interpreting it. U Langalibalele Dube njengoba simazi u Langalibalele Ngcobo; uzalwa ebukhosini baseMaqadini. Bakhona oNgcobo bakubo futhi basabizwa ngoNgcobo ngaphandle kwesizukulwane sakhe uLangalibalele asesabizwa ngo Dube. Isibongo sakwaDube sasivele sikhona engakazalwa uLangalibalele – labo abahlobene noNgcobo. Ngyabonga
sengathi uDube ubaba kaJ L wayezalwa kuNdlunkulu amaQadi kuyindlu encane eyayingekho elungelweni, kodwa ngoba uDube wathatha inkolo, amaQadi iwona abe eseqhubeka nobukhosi bamaQadi
uDube ka Slwane kwakungumkhulu ka John, ezala ubaba wakhe uJames owaba ngumfundisi omnyama wokuqala eNanda