Dube, Ngcobo, Dlodlo, Nzimande

Ngcobo

  • Mapholoba,
  • Nyuswa,
  • Fuze,
  • Mavela,
  • Mafuzafulele njegefu lemvula,
  • Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
  • Mavulankungu kuvelilanga,
  • Sididane,
  • Ngongoma,
  • Maqadi amakhulu,
  • Mbili

Dube

  • Mbuyazi,
  • Lushozi,
  • Mafukuzela,
  • Nyamazane,
  • Nzwakele,
  • Mbuyisa,
  • Gobhozi,
  • Nyuswa,
  • Ngcobo,
  • Fuze,
  • Mapholoba,
  • Ama-Qadi

Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.

Dlodlo:

  • Mabanga,
  • Mtingi,
  • Bangile,
  • Bhengela,
  • Mthiyane

Duma/Dumisa:

  • Ntenga,
  • Mthombeni,
  • Walaza,
  • Dlangisa,
  • Gcwensa,
  • Ndimande,
  • Mvula

Nzimande

  • Mphephethwa,
  • Mdluli,
  • Mdlobhiya,
  • Mangcamane,
  • Ngwekazi,
  • Gwala,
  • Mancama,
  • Vilakazi

Dumakude
Shange

Nzimase
Sishi

Goba
Jangaza

Ntshalintshali
Phathwayo

Gwagwa
Mlambo, Qunga

Gwamanda
Yenga, Sochumase

Jwaha/Jwara:

  • Mbelwa,
  • Mnangwe,
  • Sjekula,
  • Gubeshe,
  • Theleza,
  • Lenge,
  • Ndawonde

πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

60 thoughts on “Dube, Ngcobo, Dlodlo, Nzimande”

  1. Bengicela ukubuza ukuthi uhlobene yini uMdluli no Nzimande

    Reply
    • uMDLULI waphuma kwaNZIMANDE uMdluli kakulona igamalo muntu noma lendodana kaNzimande waqhabu ngesinga esenzeka uNzimande/Gwala wasuka e-north-coast ehlaselwa ushaka namabutho akhe walibhekisa e-south-coast kwathi esese south coast engingaka tholi ukuthi mamaphi ne-south-coast bathi akufiwe uma kuwu kuthi yafiwa asisadluli la! kanti noShaka ingenkathi etshela amabutho ukuthi bayeke ngeke sisabafica. Ila ekwaba nengxenye/indlu eyathi thina ngeke sikwazi ukuhlala lana sizodlula siyofuna indawo phambili esizohlala kuyo kwabe sekuthiwa dlulani seningabakwa-MDLULI ngiyathemba kuyacaca mphephethe

      Reply
      • KunoMdluli abadabuka eSwatini abazalana nesizwe sakwaMngomezulu iningi labo litholakala enyakatho koNgwavuma

  2. Ngyazi ukuth umbonambi no dube into eyodwa kodwa angazi kanjani ngoba izithakazelo azifani cela ningchazele

    Reply
    • Kuyiqiniso impela abawa Mbonambi, Dube,Lushozi no Mbuyazi abantu ababodwa. uMbonambi no Dube bazalwa uMbuyazi.

      Reply
      • Kungani pho ithakazelo zethu zehluke kangaka ngb mbonambi unezakhe ithakazelo nodube uneza

Leave a Comment