Dube, Ngcobo, Dlodlo, Nzimande

Ngcobo

  • Mapholoba,
  • Nyuswa,
  • Fuze,
  • Mavela,
  • Mafuzafulele njegefu lemvula,
  • Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
  • Mavulankungu kuvelilanga,
  • Sididane,
  • Ngongoma,
  • Maqadi amakhulu,
  • Mbili

Dube

  • Mbuyazi,
  • Lushozi,
  • Mafukuzela,
  • Nyamazane,
  • Nzwakele,
  • Mbuyisa,
  • Gobhozi,
  • Nyuswa,
  • Ngcobo,
  • Fuze,
  • Mapholoba,
  • Ama-Qadi

Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.

Dlodlo:

  • Mabanga,
  • Mtingi,
  • Bangile,
  • Bhengela,
  • Mthiyane

Duma/Dumisa:

  • Ntenga,
  • Mthombeni,
  • Walaza,
  • Dlangisa,
  • Gcwensa,
  • Ndimande,
  • Mvula

Nzimande

  • Mphephethwa,
  • Mdluli,
  • Mdlobhiya,
  • Mangcamane,
  • Ngwekazi,
  • Gwala,
  • Mancama,
  • Vilakazi

Dumakude
Shange

Nzimase
Sishi

Goba
Jangaza

Ntshalintshali
Phathwayo

Gwagwa
Mlambo, Qunga

Gwamanda
Yenga, Sochumase

Jwaha/Jwara:

  • Mbelwa,
  • Mnangwe,
  • Sjekula,
  • Gubeshe,
  • Theleza,
  • Lenge,
  • Ndawonde

πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

60 thoughts on “Dube, Ngcobo, Dlodlo, Nzimande”

  1. Bengingazi ukuthi ngihlobene no dube likely bengakaqom khona

    Reply
  2. Kusho ukuthini ukuthi iqadi ? Yindlu yakwa Ngcobo ebalulekile, noma yisithakazelo sakwa Ngcobo. Ngicela incazelo.

    Reply
  3. Impela u John Langalibalele Dube wabe engowakwa Ngcobo ngesibongo, kodwa lokhu akuchazi ukuthi abantu bakwaDube abahlobene noNgcobo! Ngoba vele ngoko mlando abantu bakwa Dube bazalwa nguDabeka Ngcobo…lokhu ke kube sekuphendula ukuthi kungani uJohn Langalibale akhetha lesi sibongo kumbe kungani uyise wayeqanjwe ngoDube( okungenzeka ukuthi bona bayisizukulwane sikaDube ongowakwa Ngcobo) akusiyo ke inkinga ukuthi unengane kwangcobo ube ungowakwa Dube ngoba vele isihlobo esikude..kant futh oNgcobo bayaziwa ngoku ganana bodwa

    Reply
    • UDr J L Dube uzalwa ubukhosini basemaQadini futhi wayezoba enye yamakhosi akhona. Ngenxa yokukhosela ngaphansi kwamaMissionaries eAmerican Board futhi ethanda imfundo kakhulu kwafika ekutheni aze ayofundela ubudokotela eAmerica ngesandla sayo iAmerican Board. Ekubhaliseni amaMelikana abanenkinga yokuphimisela isibongo sakwaNgcobo base becela ukuthi angesebenzise yini elinye lamagama elisemndenini, wabe esekhetha elikayisemkhulu uDube (kaSilwane) okwakuyigama hhayi isibongo, owazala uDabeka yena owazala uMqhawe. Wachuma kanjaloke uDube emndenini kaMafukuzela onjengezulu. Akayena uDube Mbuyazi, Nzwakele, Khushwayo

      Reply
    • Basebenzisa uDube ngoba ubaba wakhe wayengumfundisi we American Board, ama Americans ayehluleka ukubiza uNgcobo bese bakhetha ukusebenzisa uDube. Besusela kumkhulu wakhe uDube ka Slwane, inkosi yamaQadi

      Reply

Leave a Comment