Dube, Ngcobo, Dlodlo, Nzimande

Ngcobo

  • Mapholoba,
  • Nyuswa,
  • Fuze,
  • Mavela,
  • Mafuzafulele njegefu lemvula,
  • Mashiyamahle sengathi azoshumayela,
  • Mavulankungu kuvelilanga,
  • Sididane,
  • Ngongoma,
  • Maqadi amakhulu,
  • Mbili

Dube

  • Mbuyazi,
  • Lushozi,
  • Mafukuzela,
  • Nyamazane,
  • Nzwakele,
  • Mbuyisa,
  • Gobhozi,
  • Nyuswa,
  • Ngcobo,
  • Fuze,
  • Mapholoba,
  • Ama-Qadi

Abakwa Dube nabakwa Ngcobo abantu banye.

Dlodlo:

  • Mabanga,
  • Mtingi,
  • Bangile,
  • Bhengela,
  • Mthiyane

Duma/Dumisa:

  • Ntenga,
  • Mthombeni,
  • Walaza,
  • Dlangisa,
  • Gcwensa,
  • Ndimande,
  • Mvula

Nzimande

  • Mphephethwa,
  • Mdluli,
  • Mdlobhiya,
  • Mangcamane,
  • Ngwekazi,
  • Gwala,
  • Mancama,
  • Vilakazi

Dumakude
Shange

Nzimase
Sishi

Goba
Jangaza

Ntshalintshali
Phathwayo

Gwagwa
Mlambo, Qunga

Gwamanda
Yenga, Sochumase

Jwaha/Jwara:

  • Mbelwa,
  • Mnangwe,
  • Sjekula,
  • Gubeshe,
  • Theleza,
  • Lenge,
  • Ndawonde

πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

60 thoughts on “Dube, Ngcobo, Dlodlo, Nzimande”

  1. Sandile uqinisile abantu ababodwa vele, UNgcobo yena uzale uDingile, uDingile uzale amadodana amabili, oNyuswa kanye noZonca. UNyiswa yena uzale uYemesi, kwathi uZonca yena wazala uMaguya. Kuthiwa uYemesi katholanga ndlalifa, kwase kuthi uMaguya wasendlini encane wangena umkaYemesi ukuze amzalele indlalifa. Nempela wazala uMbhele, yena wazala uMapholoba wodumo lwakwaNgcobo.

    Reply
  2. Bafowethu ngicela ningisize, ekhaya kithi kwa Ngcobo bahlala bengitshela ukuthi kukhona oFuze nabo Mapholoba kwaNgcobo bese ngyadideka ngoba ngihlala ngizitshela ukuthi abantu ababodwa. Sandile Ngcobo

    Reply
  3. Mina ngibiza isibongo sakomalume kwaNgcobo ubaba wami kuthiwa owakwa Dube ngidinga incazelo ecacile nokuyiyonayona ngokuhlobana kwalababantu.Ngicela nosolwazi abanje ngo Dr VVO Mkhize basisize ngoba bayajula kakhulu ngocwaningo.
    Ngiyabonga zihlobo uMvelinqali anikhusele.

    Reply

Leave a Comment