Izithakazelo zakwa Hadebe
- Hadebe,
- Bhungane,
- Bhungane kaNsele,
- Zikode, Gob’izembe,
- Makhulukhulu, Mehlomakhulu,
- Umkhulu Bhungane,
- Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba,
- Mthimkhulu,
- Mashiya amahle, amade anjengawenyamazane,
- Mafuz’afulele njengelifu lemvula,
- S’goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi
- iyamujamela,
- Ndlubu zamil’ebubini, ngoba zesab’ukwehlela,
- Ingab’emhlabeni zesabani?
- Nina enindlebe zikhanya ilanga,
- Nina enindlebe zinhle zombili,
- Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde uyakhothama,
- Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele,
- Mahlubi amahle,
- Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana,
- Mashwabadela owashwabadela inkomo kanye nezimpondo zayo,
- Ngelengele!
Popular people from Hadebe last name
Phakamani Simphiwe Hadebe (Finance/Energy)
Independent Non-Executive Director at Coronation Fund Managers Ltd since October 2020. Former Group Chief Executive of Eskom Holdings SOC Ltd (June 2018-July 2019). Previously CEO of Land and Agricultural Development Bank of South Africa until January 2015. Holds MA in Economics from University of Durban-Westville and MA in Rural Development from Sussex University. [citation:3]

Siyabonga P. Hadebe (International Relations/Diplomacy)
South African diplomacy and foreign policy expert featured in @Diplomacy_Sa publication alongside prominent diplomats. Recognized for contributions to international relations and development policy. [citation:10]

Unknown
Find a book called Iziduko zama Hlubi read it and understand why kuthiwa umkhulu nkulunkulu kodwa awnings Bhungane.
Unknown
kwaluhle kwamnandi, ngivumelana nawe Jeffrey asikho bakhulu kunoMdali… siyabonga Mageba
Siphesihle Hadebe
Unknown
hau abantu basemzini madoda lilililili ezithoba umakoti
Unknown
ngaze ngajabula ngokuba umaMthimkhulu. ngyanthanda bakwaHadebe
Jeffrey
Hawu kodwa bo Bhungane uma sesifaka noMdali sithi nibakhulu kunaye, ngithanda ukwesaba kancane…izithakazelo zinhle ngoba zisifundisa okuthe xa xa ngezibongo, kodwa asingazixabanisi noMdali boBhungane. No MEC eKZN wesaba uNkulunkulu ngendlela ephezulu, naye angiboni uyoyithanda lendaba…ozithobayo
Themba Hadebe
Bhungane