izithakazelo

Izithakazelo zakwa Hadebe Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwa Hadebe

  • Hadebe,
  • Bhungane,
  • Bhungane kaNsele,
  • Zikode, Gob’izembe,
  • Makhulukhulu, Mehlomakhulu,
  • Umkhulu Bhungane,
  • Ziyengane eziyeng’umuntu, zimyenga ngendaba,
  • Mthimkhulu,
  • Mashiya amahle, amade anjengawenyamazane,
  • Mafuz’afulele njengelifu lemvula,
  • S’goloza esimehlo abomvu esibheka umuntu kube sengathi
  • iyamujamela,
  • Ndlubu zamil’ebubini, ngoba zesab’ukwehlela,
  • Ingab’emhlabeni zesabani?
  • Nina enindlebe zikhanya ilanga,
  • Nina enindlebe zinhle zombili,
  • Nina bosiba olude olungakhothami endlwaneni kodwa kwezinde uyakhothama,
  • Nina bomagawula imithi emincane emikhulu ivele iziwele,
  • Mahlubi amahle,
  • Nina maHlubi anzipho zimnyama ngokuqhwayana,
  • Mashwabadela owashwabadela inkomo kanye nezimpondo zayo,
  • Ngelengele!

Popular people from Hadebe last name

Phakamani Simphiwe Hadebe (Finance/Energy)
Independent Non-Executive Director at Coronation Fund Managers Ltd since October 2020. Former Group Chief Executive of Eskom Holdings SOC Ltd (June 2018-July 2019). Previously CEO of Land and Agricultural Development Bank of South Africa until January 2015. Holds MA in Economics from University of Durban-Westville and MA in Rural Development from Sussex University. [citation:3]
Siyabonga P. Hadebe (International Relations/Diplomacy)
South African diplomacy and foreign policy expert featured in @Diplomacy_Sa publication alongside prominent diplomats. Recognized for contributions to international relations and development policy. [citation:10]

Previous

Gwamanda Clan Names & Surname History

Next

Hlabisa Clan Names

6 Comments

  1. Find a book called Iziduko zama Hlubi read it and understand why kuthiwa umkhulu nkulunkulu kodwa awnings Bhungane.

  2. kwaluhle kwamnandi, ngivumelana nawe Jeffrey asikho bakhulu kunoMdali… siyabonga Mageba
    Siphesihle Hadebe

  3. hau abantu basemzini madoda lilililili ezithoba umakoti

  4. ngaze ngajabula ngokuba umaMthimkhulu. ngyanthanda bakwaHadebe

  5. Hawu kodwa bo Bhungane uma sesifaka noMdali sithi nibakhulu kunaye, ngithanda ukwesaba kancane…izithakazelo zinhle ngoba zisifundisa okuthe xa xa ngezibongo, kodwa asingazixabanisi noMdali boBhungane. No MEC eKZN wesaba uNkulunkulu ngendlela ephezulu, naye angiboni uyoyithanda lendaba…ozithobayo

    • Themba Hadebe

      Bhungane

Leave a Reply to Jeffrey Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

© 2026