Mvelase,
Mthembu,
Wena kaGude,
KaNobasali,
Wena kaMkhuphukeli
Wena kaKhopho kanethwa
Unethwa yizimvula zomkhemezelo.
Wena owavela enyanyeni.
Wena kanonomashingila wezizwe nezingwenyama.
Mthembu!!!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel