Izithakazelo zakwa LuthuliΒ
- Luthuli,
- Mshibe,
- Madlanduna,
- Abadl’insikazi belambile,
- Ngoze ngikwenze owangenza khona,
- Nina eningawadl’amasi ningawanikiwe,
- Nesab’amas’ehla ngendololwane,
- Nina bakwaMashiza,
- Ndlwan’enhle,
- Sigencagenca mbaz’ebukhali,
- Malal’aqhamuke ngezansi,
- Zingwazi ezidla inyama abanye bedl’inyamazane,
- Mavel’enkomeni abanye bevel’ebantwini,
- Luthuli lwezinkomo,
- Mshibe kaNonopha,
- Mshibe kaMakhiph’inj’efukwini kuzalele yena,
- Donda! ππΎππΎ
Popular people from Luthuli last name
Chief Albert Luthuli (Politics/History)
President of the African National Congress (1952-1967). First African recipient of the Nobel Peace Prize (1960) for his leadership in the non-violent struggle against apartheid. He was a teacher, church lay preacher, and chief of the Umvoti Mission Reserve.

Unknown
Eng'ngakujabulela yikuthi kwenzeka njani abanye o-Luthuli kube amaHlubi bese mabezibonga bethi; Mthimkhulu, Bhungane, Sothondoshe, Mashiya amahle…. mese beqhubeka
Unknown
lol that was uMbali Khumalo kaMaLUthuli.
Unknown
Ohhe lapho ngbathanda, yibo abanglethela uMawami oMshibe kaNonopha oNdlwananhle but ke engikbonayo nje ukuthi benziphutha mebethi "indlwana enhle" yey umuzi omuhle lo wema aybo bahle bahle bahle oMadlanduna lol mmmncwah ngyabonga ngezthakazelo.
Sane
Bamile kahle futhi β€οΈπ
Unknown
Ezakithi ke lezinto
Unknown
AWU EZAKITHI KE LEZI