Mkhize:
- Gubhela
- Gcwabe
- Zihlandlo
- Khabazela ka Mavovo
- Ngunezi Bamba aba Mbulazi
- Sibiside
- Sidaphudaphu
- Nzalo ka Luzalo
- Mlangeni
- Gasela
- Sishiya
- Madondo
- Mdephane
- Dlamane
- Sacolo
Abakwa Mkhize bahlobene nabakwa Dlamini, Mlangeni, Ama-Mpondo/Mpondomise bonke aba Mbo badabuka ku Sibiside kwabe sekuba nokuhlukana ngokwezindlu.
Mpilwenhle
Mina ngibuhlungu ngoba ubaba wengane yami ngowakwa dlamini mina ngowakwa mkhize
Andile mkhize
Ngiyajabula ukwazi imvelaphi yami ngesibongo sami
Zamambo Mkhize
Cela ukbuza basembo uDlamini ungenangaphi koMkhize?
Th
Dlamini, uMkhize kanye noNjanya bazalwa Inkosi uSibiside.