Mnguni
Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi
>> Lalela Umlando wakwaMnguni <<
>> Lalela izithakazelo zakwaMnguni<<
Gumede
Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mfeka, Mzimela, Donda, Maphanga, Mpangazitha, Phakathwayo, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Qwabe, Msiza, Nozulu, Malandela, Khuzwayo, Khondlo, Mazalankosi
Khuzwayo
Gumede, Qwabe,
Mnguni ka Yeyeye, Khondlo
Osidlabehlezi baka Phakathwayo,
Umnguni, Gumede no Khuzwayo abantu banye laba bonke badabuka ku Mnguni.
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos
Ceb'sile Gumede
Hello. Ngicela ukwazi ngabe umageza ngobisi uyangena kwizithakazelo zakwa Gumede
gugu
Hi. Ngicela ningisize ngodlamuka, gumede and khuzwayo kuhlangana kanjani??
Mduduzi
Mina ngiMnguni Mwelase olwandle aluwelwa luwelwa zinkonjani zona zindiza phezulu.
Makhala aqandule njengezulu.
Kungabe ukhona ongangichazela ukuthi ngingena kumuphi Mnguni?
Thembinkosi
Ngizwa kahle. Pho ukhona owazi ukuthi oGumede no Tshabangu bahlangana kanjani? Ngoba sebengthe ng’yabuza imphendulo kangiyitholi.
Stikayo@gmail.com
Mna ngifuna ukwazi ngo Mnguni, Mchumane, Buthelezi, Mpafane, Mbanguba, Nozulu