πŸ’›

izithakazelo

Mnguni, Gumede, Khuzwayo

Mnguni
Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi
>> Lalela Umlando wakwaMnguni <<
>> Lalela izithakazelo zakwaMnguni<<

Gumede
Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mfeka, Mzimela, Donda, Maphanga, Mpangazitha, Phakathwayo, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Qwabe, Msiza, Nozulu, Malandela, Khuzwayo, Khondlo, Mazalankosi

Khuzwayo
Gumede, Qwabe,
Mnguni ka Yeyeye, Khondlo
Osidlabehlezi baka Phakathwayo,

Umnguni, Gumede no Khuzwayo abantu banye laba bonke badabuka ku Mnguni.

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Amangwane, Hlongwane, Khanyile

Next

Abakwa Khumalo

5 Comments

  1. Richard

    NGICELA UKWAZI NGE GAMA ( uMZILA) INCAZELO NGALO NEMVELAPHI

  2. Bongani Mnguni waseningizimu

    Nami ngivumelana nawe Philani ukuthi asibuyeleni emuva siyobuza kubantu abawazi ngekhanda umlando khona sizovumelana ngento eyodwa ngoba ekugcineni sonke singabanguni

  3. Sanibonani! bengicela ningisiza ngezithakazelo zakithi kwaKhoza Gumede Mnguni abadabuka entabeni yaseSphezi, hhayi uKhoza Msuthu. Ngiyacela bakithi ningisize ngithole futhi ngazi umlando wakithi, ngingajabula kakhulu uma ngingasizakala njengoba ngizizwa engathi ngilahlekile kuyimanje nje.

  4. Thulani Thembani Sgwili

    Ndifuna ukwazi umnombo mna ndingu hlavule omhle

  5. Thulani Thembani Sgwili

    Imvulaphi ka mnguni lo ungu Hlavule, ogawu, uthini?

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026