πŸ’›

izithakazelo

Mnguni, Gumede, Khuzwayo

Mnguni
Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi
>> Lalela Umlando wakwaMnguni <<
>> Lalela izithakazelo zakwaMnguni<<

Gumede
Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mfeka, Mzimela, Donda, Maphanga, Mpangazitha, Phakathwayo, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Qwabe, Msiza, Nozulu, Malandela, Khuzwayo, Khondlo, Mazalankosi

Khuzwayo
Gumede, Qwabe,
Mnguni ka Yeyeye, Khondlo
Osidlabehlezi baka Phakathwayo,

Umnguni, Gumede no Khuzwayo abantu banye laba bonke badabuka ku Mnguni.

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Amangwane, Hlongwane, Khanyile

Next

Abakwa Khumalo

8 Comments

  1. MUSA

    In other words Gumede,khuzwayo,Mzimela and many others are one thing that came from ‘MNGUNI’

  2. FISOKUHLE GUMEDE

    Ngnenkinga yezindlu za kwa Gumede, ngoba abanye bathi bayindlu yoku qala mina ai angsazi ngikephi.

  3. Zandile Gumede

    Sanibonani Mnguni, Gumede, Qwabe. ..I want to know about Gumede ‘ s history….

    • Sizwe Gumede

      I have been researching more about isthakazelo saka Gumede and ngendlela mina engibona ngayo, u Gumede uhlobene nabantu abaningi ngoba kukhon o Khuzwayo, Mzimela, no Mashabane naye nakathakazela ufaka phakathi uGumede uQwabe and this leaves one really confused ngoba nami ngakwa Gumede kodwa ngikhuluma siswati and i was born eMpumalanga and i like to believe ukuthi ngimswati but umbuzo enginawo ukuthi bakhona nje oGumede abangamaswati or bonke basukela kwaZulu, If kukhon umntu onolwazi olubanzi ngicela ungazise coz imvelaphi yomi ibaluleke kakhulu. to know where you are going you have to know where you come from. Thank you.

  4. PUMLA

    GUYS WHAT ABOUT FOHLA,MNGXATHI

  5. Khuzwayo Kwakuyingane yenkosi yakaQwabe yayizoba inkosi makukhoma uyise ngenxa yokuthi umndeni kaQwabe wawumkhulu kwaba nombango wobukhosi okwagcina buthathwe bayendlin ekwakungafanelekile u khuzwayo bamphuca ngoba bethi uluhlaza,bajika bathatha inganeyakhe bayikhethisa inkosi mabebuza abanye bomndeni bathi bona abasadlelani Γ±endlu khuzwayo wasethi u khuzwayo is omelette nisethe isbongoke mina nendluyami bathi uSmamane ngoba inganeyakhe imamathekele inkosi wasnqaba,bathi uMbhongela ngoba ubhongela inkosi imetha isbongo wathengamane edlinyama eyayihlatshiwe aGoduke,waDlawemuka kaQwabe…izindlu zikaKhuzwayo zaseziningi kangangokuthi ezinye zasezisukile Ingoe lasasibekwekhona singoQwabe sazesathola esithi Gumede ngoba ungovernable lunemigelekede emaguma uGumede uqhamuka kanjalo,so abanye bendlu kaKhuzwayo abazikwasala kwabanesbongo esasthola Ongoye,since isbongo sakithi sasvele ngesici oKhuzwayo ebasebesukile Ongoye ababebesayizwa eyokuthi thina singoKhuzwayo bakubo bathi ababona bona I dlamuka…uMnguni insila yomuntu omvelaphi yakhe ikwaZulu….uMzimela isici lapho omunye womndeni wazimelela ngenduku yethusi ekhaya

    • spha

      uyezwakala qhawe lakith ,koda mina lento ingidida ngampela. indlela oyichaza ngayo angiqali kuyizwa.ka KHUZWAYO shuth isekhaya njengb ngbiza u DLAMUKA ?.. shuth njengb besiphika nje mase sifika kubo sith ngo Dlamuka bayasihlangula kule sbongo saka KHUZWAYO?

      .

    • Prince Mnguni

      Umlando wakwaMzimela uyasethuka mawuthi sazimela kwaGumede asihlangani nakancane no Gumede Mawungawungawulandela kahle uMlando wakwaZulu nowakwa Gumede uyahlangana kodwa owakwaMzimela uqhamuka kwa Mncwanga kaZwide owazala u Fekhaya owu Mfeka/Mfekayi so ukuze ungazihlekisi ngabantu lungisa mina ngizonika umlando mina

      Ngiyacela ungadukisi abaZimela baka Sihubela Njingili Zimema Ntshidi Kuze kufike kwi Nkosi u Thanda Mzimela

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026