Mnguni
Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi
>> Lalela Umlando wakwaMnguni <<
>> Lalela izithakazelo zakwaMnguni<<
Gumede
Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mfeka, Mzimela, Donda, Maphanga, Mpangazitha, Phakathwayo, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Qwabe, Msiza, Nozulu, Malandela, Khuzwayo, Khondlo, Mazalankosi
Khuzwayo
Gumede, Qwabe,
Mnguni ka Yeyeye, Khondlo
Osidlabehlezi baka Phakathwayo,
Umnguni, Gumede no Khuzwayo abantu banye laba bonke badabuka ku Mnguni.
More about Mnguni Gumede KhuzwayoEducational videos
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
HI Could u please find me izithakazelo za kwa-dlamuka.Ngoku dabuka sibuya ESHOWE(NDULINDE,NYONI)
udlamuka u khuzwayo usuzoziqhubekela vele ukhuzwayo kusewu gumede
Ubani ozala uDlamuka kwa Khuzwayo?
Abakwa Dlamuka abakwa Mboyi, but ngzokbuzela more coz sinabo oDlamuka ngasekhaya
Ake niveze isibongo sakwajila nezithakazo
Khuzwayo history after leaving Gumede clan
Umina lowo uMnandisi owabamnandi ngokwenganywa inkosi yakwaQwabe uMbhongela owabhongela inkosi yakwaQwabe imchapha ngenhlamba uMnandisi onjengoju.uKhuzwayo kwakuyinkosana kaGumede wayenenkani eluhlaza,kwathi ksuka abendlu kaQwabe besuka bakhethela inkosi intombi emfuleni befica izintombi zibhava kanti ingane kaKhuzwayo leyo kwathi makvela lokho bathi abafowabo bakaKhuzwayo bonabasedleli vele noKhuzwayo intombi bayayithatha,konke lokhu kwenzeka emvakokuba ezinye izindlu zikaKhuzwayo sezihambile zasuka Ongoye zeza emthandeni,labasebesele nalenkinga bagcina sebengoDlamuka Khuzwayo ngoba kwasekumele bedle inyama eyahlatshwa uQwabe esebanika isbongo sakwaSmamane basnqaba bathi bazodla inyama bemuke nempela bad lane mulatto kaQwabe,Khuzwayo lo wahamba kqala akangabe esamvuma lowasuka esebanika ngoba akawazi umlando owasala wenzeka ngemuva,uKhuzwayo unendlu eluhlaza.