Mnguni
Mnguni ka Yeyeye, Qwabe, Gumede, Khondlo, Phakathwayo, Malandela, Mpangazitha, Caluza, Ndlela, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mzimela, Mfeka, Donda, Maphanga, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Nozulu, Msiza, Khuzwayo, Mazalankosi
>> Lalela Umlando wakwaMnguni <<
>> Lalela izithakazelo zakwaMnguni<<
Gumede
Yeyeye, Caluza, Bayeni, Mgcaweni, Gebashe, Mfeka, Mzimela, Donda, Maphanga, Mpangazitha, Phakathwayo, Nkundlande, Mzukase, Myeni, Qwabe, Msiza, Nozulu, Malandela, Khuzwayo, Khondlo, Mazalankosi
Khuzwayo
Gumede, Qwabe,
Mnguni ka Yeyeye, Khondlo
Osidlabehlezi baka Phakathwayo,
Umnguni, Gumede no Khuzwayo abantu banye laba bonke badabuka ku Mnguni.
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos
syabonga
ngicela izithakazelo zakwa Ngwenya zonke kany nomlando wakhona.
nkosy khuzwayo
Ma Qwabe masixhumaneni ngqo ngama SMS nama emails. Frm Nkosy Khuzwayo 0721441141. Khuzwayo65@gmail.com
Nokuthula
Mina ngicel izithakazelo zakwa mabika sengizamile ku google lutho
muke
mina ngifisa ukwazi ukuthi bakhona yini oQwabe abangathakazeli ngokuthi ”wena owasemthandeni ezweni loju nezinyosi , osidlabehlezi , wena owadla umuntu ube umyenga ngendaba .
nkosy khuzwayo
Abekho singabase Mthandeni sonke,kuyobe kunhgu Qwabe wase Nigeria lowo
VICTOR B SABELA
Mina engakwaSabela ngithakazela ngoGumede Khondlo etc ngicela kwazi kuthi uSabela uphume kanjani abeyisibongo esizimele mara sithakazele ngoGumede?