Abantu bakwa Ngobese
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.
Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ reading <<
Dumisani Ngobese
Ngaze ngajabula ngokuthola imvelaphi yami nezithakazelo zakithi
lindy ngobese
ngiyajabula kakhulu ukuthola ngomlando wakithi asbonge maqungebe amahle
ZamaQungebe Ngobese
Kuhle futhi kumnand kakhulu ukuzazi ukuthi ngidabukaphi.
Aybambaneni maGamndane amahle futhβ adumile
lindy ngobese
asdumeni ngokuhle mantinda sandise ubuqhawe bamaqungebe
Mvuso Ngobese
Mqungebe