Buthelezi Clan 😍 Umlando

Abantu bakwa Buthelezi Shenge

Umlando esinawo wabantu bakwa Buthelezi uqala ku Shenge futhi okunye esikutholayo ukuthi bangaba Ntungwa singazi noma bukhona ubuhlobo naba Ntungwa bakwa Khumalo.
U Shenge uzale uMageba (hhayi uMageba Zulu), yena wazala u Qwangubana no Nyathikazi, u Qwangubana wazala u Mevana no Cole, u Cole wazala u Lubisi, Mtshubhane kanye no Msicwa.
U Mtshubhane wazala u Malahle, u Msicwa wazala u Mandulo.
U Nyathi (Nyathikazi) ka Shenge uzale u Nduvane no Mlambo, uMlambo wazala u Mvulane ozale u Ngqengelele ozale u Mnyamana, ozale u Tshanibezwe no Mkhandumba.
U Tshanibezwe wazala u Mathole, uMathole wazala u Mangosuthu oyinkosi yakwa Phindangene eNkonjeni, Mahlabathino, oLundi.

Izithakazelo zakwa Buthelezi

Buthelezi, Shenge, Ndaba, Ngwane, Mvulane, Ngqengelele oyivalo zibili, uthi uvala lesi avule lesi;
Wena owadliwa yiNdlovu,
Zimudla Zimlabalabela,
Mbangambi;
Inyathematheza, eyatheza lapho kungathezi khona muntu,
Gibisizungu, Mthandeni, Sokwalisa, Mnyamane ka Ngqengelele,
Sondiya, Somkhabase;
Nina bezinyawo ezimahhele,
Enaganisa izintombi, nanganye nangambili!


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

110 thoughts on “Buthelezi Clan 😍 Umlando”

  1. can you please give me some information about the late Chief Mathole Buthelezi.I just want to know his backround and history of him please m begging you.

    Reply
      • When are you going to write what you promised 2 years ago

      • Can please tel me ukuthi isibongo sakwa MPONTSHANE singena kanjan kaBUTHELEZI please forward to ben.mkam@gmail.com

    • kwasala kancane ukuba ngimfice kulomhlaba umathole khokho wam gqooo

      Reply
    • Inkosi Mathole Buthelezi, is your paternal great-Grandfather. He is son to Inkosi Tshanibezwe Buthelezi. He succeeded him to became Inkosi of Isizwe saKwaButhelezi.. He became Prime Minister to His Majesty King Solomon ka Dinuzulu (KwaDlamahlahla Place). Princess Constance Magogo Sibilile Ngangezinye Thombisile ka Dinuzulu married him to give birth to your Grandfather uMntwana waKwaPhindangene: your Father’s Dad.
      We do not chiefs but amamkhosi, Son!
      Your loving uncle

      Vusumuzi M Buthelezi

      Reply
      • mmm so happy to know my Surname history, Oshenge abahle.

        thank you Vusumuzi M Buthelezi. i did learn more about Buthelezi’s Clan.

      • Luntu

        Siyabonga ngomlando wakwa Buthelezi. I would love to know more about the early 1920s era, same timeframe as ukuzalwa koMntwana kaPhindangene. I would like to know who are Nkosi Mathole’s other sons and daughters.

        Ngibonge ukuphendulwa

  2. Siqhamuka kanjani isthakazelo esithi Ngwane nesithi Ndaba esibongweni sakwabuthelezi?

    Reply
    • aycha nam ngyadideka ngo Ngwane nonyath bangena kanjan Mina gogo wam ozala ubaba uma Ngwane ay ngeke ngyayiphika ekangwane no nyathi

      Reply
    • Nami mfe2 iyangixaka eka ngwane ko shenge ngidinga ukuchazeleka kahle cauze ngyadideka no khumalo khona lapho

      Reply
    • Sivela kanjan oNGWANE noNDABA

      Reply
    • Shenge,singena ngoba UShenge emadodaneni akhe wayizala Indodana ayiqamba igama elithi uNdaba

      Reply
  3. Wow! This is really great to know (in detail) my ancestors whom are responsible for my surname. I think I’ll get my son’s first name in those names above. Thanks you guys.

    Reply
    • I like this thing of our history as we are buthelezi family

      Reply
      • MaShenge,ngelekeleleni ngicela oShenge abazalwa ukhokho uMbozisa,bangixhume kule email address. fanabuthelezi50@gmail.com

    • Boshenge ngicela ukubuza isibongo sakwa Mpontshane singena kanjan kuButhelezi.

      Reply

Leave a Comment