Abantu bakwa Mchunu kusengabe Nguni bazinza phakathi kwe Thaleni ne Nkandla no Mzinyathi.
Isizwe sakwa Mchunu sagqama ngenkathi kubusa inkosi uDingiswayo kwa Mthethwa, ngaleso sikhathi sabe sibuswa uMacingwane.
UMuzi ka Macingwane wabe use Thaleni ubizwa ngokuthi kuse Ngonyameni.

Izibongo ezihlobene nabakwa Mchunu u Majola, Mcumane, Ngqulunga no Ndawonde.
Ake sibazalanise:
U Mavovo uzale uNyanda Lubhoko (Dubandlela)
uLubhoko wazala uJama, Lucungu nabanye,
uJama wazala uMacingwane,
uMacingwane wazala uNsundu, Mfusi, Gandeduze, Ndabezimbi, Mqanyana, Phezulu, Nyoni no Phakade,
uPhakade wazala uGabangaye no Mbelebele,
uGabangaye wazala uSilwane, Ngomane nabanye,
uSilwane wazala u-Mzochithwayo yena ozale u-Simakade okunguyena obusayo manje,
uMfusi wazala uZimema owazala u-Mmeli.

Izithakazelo zakwa Mchunu:
Macingwane, Yeyesa, Phakade,
Wena wase Ngonyameni,
Jama ka Silwane,
Nyanda yemi khonto,
Phakade akagugi koze kuguge izingane zakhe,
Wena kano Gida ngo Bambo,
Ezinye izintombi zigida ngomshayelo.
Ndabezitha!

Previous

Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Next

Nzama

Subscribe
Notify of
95 Comments
Inline Feedbacks
View all comments

Ngicela izithakazelo zesbongo saka Zondi

Ngibonge kakhulu nina boNyanda yemikhonto ngokungincelisa ngokuzalwa ngiseGoli (Bonginkosi Thuthukani Ka Dlamini) ubaba uzalwa eLenge eMsinga emaChunwini ngingulo enimazi ngo Zolaseven

Siyabonga ukuba wusizo, futhi kusinika umfutho ukuvakashelwa abantu abafana nawe kule ‘site’ kwazise silazi kakhulu iqhaza olibambile ukuthuthukisa umphakathi.

Mbathastan

AbakwaMchunu
ukuze kuthiwa bangabakwaMchunu nje kungoba bedatshulwa nguMchunu, indoda eyayiphila ngezikhathi zoMalandela, kodwa thina sibathathe kuMavovo owazala uNyanda.
Ukwelamana kwabakwaMchunu, UMavovo uzale uNyanda owazala uLubhoko (Dubandlela) ULubhoko wazala amadodana amaningi amanye wawo abalwawo uJama, uMajola, uDladlama, uNtube, uNontshinga, uNcasanga, uNgqulunga noGama wakwaMchunu.
uJama ufakwa ekuthakazelweni ebongwa Ngokuzala intsizwa uMacingwane (waseNgonyameni) eyaba neqaza elikhulu eMachunwini. uMacingwane wazala uNtsundu, uMfusi, uGandeduze, uNdabezimbi. uMqanyana, uPhezulu, uNyoni kanye NoPhakade,
uPhakade kuveza wayeyiqhathanzipho njengo wayengagugi kwakuze kuguge izingane zakhe ngoba wayesaqine eqine okwebhungu wayeneqwaba yomakoti Nezingane, yingakho ekuthakazelweni abakwaMchunu.
UMfusi yena wazala uZimema owazala uMmeli OGabangaye noMbelembe kuthiwa bagugabedlula uyise. UPhakade uzale uGabangaye noMbelebele kanye nabanye. UGabangaye wazala uSilwane, uNgomane nabanye. uSilwane yena wazala uMzochithwayo, nabanye. UMzochithwayo yena wazala uSimakade, nabanye.
Abantu bakwaMchunu bangaMaNguni ngenxa yolimi abalukhulumayo Lokhu sikuthatha ekutheni imvelaphi yabantu balezi zibongo iseNingizimu yeNtilasifali Mpumalanga.
Enzalweni yamaNguni kukhona azibiza ngokuthi bangamaNguni angamaDebe. amaNguni angamalala kanye namaNguni angabaMbo, oNdlovu kanye nabanye. njengabantu oKhumalo, noQwabe nezinye izibongo abakwaZulu.
Kodwa lapho abakwaMchunu sibathola sebezinze khona ekufikeni kwabo lakwaZulu, kwakuphakathi kweThalaneni eNkandla kanye noMzinyathi. Kuthi omakhelwane babo ngaseMpumalanga kwakungaMabomvu kanye nabaseMbo, kanti ngaseNtshonalanga kwakungabaThembu.
Ukuqinisa ukuthi abantu baseMachunwini babakhelane nabaseMbo sizokhumbula ukuthi kwathi ngesinye isikhathi abantu baseMbo(abakwaMkhize) beneNkosi yabo uMavovo, naseMaChunwini babenoMavovo nakhona.
Kwaduka intombi yaseMabomvini eyayiyogana uMavovo waseMbo kodwa yahlangana noMavovo waseMachunwinini, waseyikhohlisa intombi wathi nguyena uMavovo kodwa uMakhelwane wakhe nguMavovana.
Okwathi esekuzwa lokhu omunye uMavovo, wahlomisa impi ukuba iyolanda lentombi Nangempela yalandwa, yalethwa kuMavovo wakwaMkhize.
Izintombi zaseMachunu azigani kwaMajola nakwaNdlela ngoba laba baphuma khona emaChunwini. Mcumane, Ndawonde ezinye izibongo ezibalwayo ukuthi ziyadlelana nabaseMachunwini kodwa kune Nkulumo mpikiswano ngalokho.
AbaseMachunwini bazalana nabakwaNdlela, Ndima Lembede. Kuhambe kwahamba abantu bakwaNdlela sebebuswa nguLembede baxabana nabakwaMchunu. KwaMchunu kwase kubusa uLubhoko.
Baze basuka bayokwa kwaNtabankulu ngaseMthonjeni weMfolozi emnyama, besuka eSikhaleni Sebomvu. Ngesikhathi abantu bakaLembede bebalekela uLubhoko
uLembede wasala esebulewe base babekisa ngesihlahla esithize ukuthi wangcwatshwa kuphi. Leso sihlahla kuze kube namuhla kuthiwa yisihlahla sikaLembede.
Ngesikhathi sokubusa kukaDingiswayo kwaMthethwa yilapho isizwe sakwaMchunu sagqama khona kuze kufike esikhathi sokubusa kweLembe (uShaka). Isizwe sakwaMchunu ngaleso sikhathi sabe sibuswa nguMacingwane. Umuzi kaMacingwane wawuphezulu kweThala echaza ukuthi uyiNkosi enkulu ngaphezu kwawo wonke amakhosi akhelane nawo.
uMacingwane wakha ihlalankosi aliqamba ngokuthi kuseNgonyameni, Ngakho wayezibiza nguBhubesi loqobo Lokhu yikho okwamfakela esikhulu isigcwagcwa kuDingiswayo kanye noShaka.
Phela ngaleso sikhathi uDingiswayo wayeqala umsebenzi wokuhlasela izizwe, ayezinqoba zaziba ngaphansi kombuso wakhe.Umuntu owawuqedelela lowo msebenzi nguShaka, ngoba uDingiswayo wayesekhotheme, yingakho phela kukhona isizwe samaZulu namuhla. Owaqala umsebenzi wokusakha kwa kunguDingiswayo kaJobe.
Kuthiwa uMacingwane wamhlupha kakhulu uMpongo kaZingelwayo wakwaNdlovu waze wabaleka wayozinikela kuZihlandlo wakwaMkhize owaze wamkhoselisa naye ethembe uShaka okwakungumhlobo wakhe omkhulu.
ekuhlaseleni kukaShaka bahlakazeka abantu bakwaMchunu abanye balishiya elendabuko yabo. Bahamba bayohlala oThukela, abanye abahamba bagcina bakha naseNtshonalanga kapa lapho uthola abantu bengoMacingwane.
ngoba ushaka wayeneNgalo elide eyayifinyelelele kwazuluNatal wonkana wenza imizamo yokufuna uMacingwane Kodwa wahluleka.
uMacingwane wahlala ezindaweni ezahlukene zesifundazwe sakwaZulu-natal ngokucashela uShaka. Kunokuvela izinkulumo mpikisano zokuthi kunokushiwo ukuthi uMacingwane wagcina Lapha esedliwa amazimzimu kanyei ukuthi uMacingwane washonela eSandlwane ehamba namangisi elwisa wona.
AmaChunu asinda ekuhlaselweni kaShaka aphindela kwelendabuko yabo sekubusa uPhakade eyobuyisa ubukhosi baseMachunwini. Njengoba sesa khothama isilo saseMgungundlovu uDingane kaSenzangakhona. Sekubusa uMpande kaSenzangakhona owehlula uNdaba. wenqaba ukuhlobo uphakade nompande lapho izinto zazishubile kodwa ekugcineni kwaba noxlolo
Abantu bakwaMchunu sebeyisizwe esikhulu kakhulukazi eMsinga, nakwezinye izindawo zesifubazwe sakwaZulu-natal zikhona izinsalela laphaya eNkandla zaseMachunwini.
Mchunu, Majola,kladu, ngomane, Macingwane Wena wase Ngonyameni, Nyanda Yemkhonto Jama kaLubhoko, yeyesa kaMvumbi Phakade akagugi gugabafokazane, Wena kano Gida ngo Bambo Ezinye izintombi zigida ngomshayelo, Ndabezitha!

Siyabonga Macingwane uMelisizwe ngempela. Kuhle ukuthi ulwazi onalo ulusabalalise ukuze izizukulwane ezizayo zingeke zilahleke. Nathi lapha siqoqe ulwazi esiluthola esidlangalaleni. Ukuba yinjabulo enkulu Uma kuvela abanikazi besibongo becacisa noma begcwalisela

Umsebenzi njalo Ndabezitha!

Siyabonga Macingwane ngolwaz osipha lona,uma kukhona ofuna olunye ulwazi akothenga incwadi esihloko sayi sithi “UPKHOKO” iyatholakala emtapweni wolwazi(LIBRARIES).Unwele olude kubobonke oMacingwane

Thank You bhut bengfuna ukwazi ukuhlobana kukaMchunu noMajola.

uMajola,uNgqulunga. nabanye bazalwa uLubhoko wakwaMchunu

Ndabezitha! usiMelile-isizwe sikaMchunu

Waze wayilamula lendaba. Yingakho singazani kanje. Kodwa emvakwa la akusekho ukudideka ukuthi uMchunu no Majola oba. Syabonga baba kakhulu. Melisizwe Mchunu uyatholakala kuma social network baba?

Ndabezitha ngyabonga wayichaza yazwakala kalula nkosi ngifisa ukwazi ukuthi Mangaki kanti akuphi onke amakhosi aseMachunwini

Kuyisifiso sami ukuba nawe Melisizwe kuzobhungwa ngalomlando wesizwe sakithi ngoba kukhulu ukudideka esinakho siyinzalo ka Mchunu, siqukethe imilando engafani sisodwa Ndabezitha

Kwamnandi ukufunda lomlando , manje siyathola ukuthi uPhakade uyena akawela waya eMsinga kungabe wayelishiyiswa yini elaseNkandla njengoba asebenza kangaka ukubuyisa ubukhosi . Ndabezitha

Mchunu

siyabonga Chunu oluhle

Sekuphelele njalo ngezithakazelo zakwamchunu noma kukhona ezifihliwe?

Msizi;
Izithakazelo nezithopho aziphekele kwazise umndeni nomndeni ubuye ufake ezawo ngqo. Lapha sifake ezaziwayo kanye namakhosi ngoba umlando ulandeleka kalula ngawo.

nami angtholi kahle izithakazelo ezincane kanjena seziphelile noma zifihliwe ezinye? kanti futh abakwa ndawonde nahlobene ngani namachunu ojama kasjadu yeyesa ay ngiyama la nenkoc ayqedwa

Jama kaslwane my caster

[http://dutyset.com/?ref=180061

Ndawonde is related to Zitha Labase Jwara and Mbongwa. They settle in Msinga after they have separated from the family and subsiquently made contact with Mchunu but there is no Blood relatioship. Hence there is absolutely nothing that has been mentioned that include uNdawonde in the History kaMchunu nor ithakazelo zabo.

Uqinisile Labase, asihlobene nhlobo nabakwa Mchunu. Engikwaziyo ukuthi ngezikhathi zakudala babeganisela oNdawonde no Mchunu full stop.

Injalo lendaba zalo, just that abantu bakwaNdawonde bayathanda ukuthi bayahlobana noMchunu but they future no where kwithakazelo nomlando wabo, ubuhlobo obunjani lobo? No one can devorce uNdawonde from Labase and Zitha because even the Zitha people in Zimbabwe do state that bona ba ngoNdawonde and Labase, remember that they left Natal with Mzilikazi in the 1800’s, so they still have the original version than people in KZN who have been diluted through merging and paying tribute to other clans like Mchunu etc.

Guys, please seek family trees before ruling out surnames. Our history is much more complicated than what we currently know. I m always shocked when people want to make quick inferences about who you related to. ONdawonde oJamela or Nzamela or Dlamela or Dlambela or Hlambela or Hlambane or Sambane or Sabane or Shabane or Sabela or Shabela or Shambela or Shamela or Samane or Thamela or Ntambela or Ntombela or Mathabela or Tabane (abeSuthu oDube, Mbuyisa, Mbuyazi, Msimango, Hlengwa, Mabasa, S’phahla Phahla, Ndlovu, Ngcobo = Vanwa’Nathi or Mkhwanazi = Khohlo lakwaGcaleka (Kings of Xhosa = Qwabe) or Njela or Ndlela or Jera, includes Bakgatla/Mpangalala – a Sibiya clan. They also include uPhunga lo wakwa Zulu – UJamela through his mother, I think. UMlambo = most of East Cape and Pondo and Sothos call him Molapo/Lamula, Masomi and the combine clan of Masomi + Buka Masombuka/Masoka/Masalo/Masao, Mbonambi and Achia or Akhiya or Akhani or MaChiya = Mangidi or Jiyane or Machwa or Mchwayo.

Most Jamelas answer to Mbai or Pai or Bhayi or Mkabayi or Ncaphayi like AmaBhaca (agcwele amaJamela – ONdawonde/Nyawuza or Nyawo = Dumakude (AmaPondo namaHlubi akwaNdlela = Mkhize and other Khahlamba Zulu-Sothos including the Sothos of the Free State and Lesotho) or Ndyao or Ndau (AmaVenda) or Ndawo or the Yao people of Tanzania and Mozambique who are Muslim and have been blowing up Northern Mozambique for the past 2 years.

Jamela/Yamela/Lamela/Daman/Laman = Jamane = Jama = Ndawonde include oSibande, Jwara, Mgwaba, Mgaba, Cele, Gigaba, Gumede, Mnguni. The Pai are Pedi and most Zulus have some Pai in them. That is why you have Mbatha = Mbai + Thwa people. So, you cannot be shocked if Duma isithakazelo sakwa Mbatha since the name Mbatha says they are part Thwa/Twa people. This is the same Jama who mixed with Mthania or Mthiya (same thing) to produce Senzangakhona. In Namibia, Gqunukhoen are called Daman or Damara (called Thamaga with the Tswanas and called Gqunukhwebe by the Xhosas and the real Khoikhoi or Ngungu or Nkukhu (koNtuli).

In these lineages sometimes the same person is called different names and sometimes you will find that name by researching a seemingly unconnected surname. Case in point is Linda (Zwane or Mpondo – the Mpondo are convinced its a different one but I can assure you the praise names are the same = Mbhele or Mbeje/Mbhehe) = Zimba (Zimbabwe and Zambia Pedi people, Pedi people = Molapo or Mlambo) = Nzima (Mabolo or Mabhulu or Mapondo and also Mozambikhwe and Zimbabwe, Zimbabwe/Nzimakhwe and Mozambikhwe is essentially the same name, they both mean place of stone builders) = Zitha (Jamela or Ndawonde) = mZila = Ziba (Zungu)/Tiba/Tuba (Myeki/Myeni = Zwa (in Zwane = Nzakele) = Zala = Zaya/Zaye (like the country DRC, spelt as Zaire in French) = Jaya = Daya/Dala/Dla. Most lineages are lineages of the same people. We are truly one.

Instead of rejecting it, why not follow up on the surname. I use the http://www.wakahina.co.za and I also google “Umlando wakwa …” and I get a good idea of what is true or not. Then I read up whatever they say the family tree and I pray to the one true Almighty God for guidance. You cannot deny that this is a spiritual walk.

All of the above i just wrote about come from UZwane or Dzonga or Tonga or Ludvonga or Zingelwayo or Zelwa or Zela. Some “surnames” do not show ethnic or blood relations but the people who can occupy a position given by that status. A case in point is Zwane/Zwana. There are 5 major superclan structures that Zwane is the chief house. This does not mean they they were related because oZwane noSibiya are the same people so, you will get Nandi wakwa Bhebhe, ozalwa kwaZungu abahlala kwaQwabe ababehlala KwaMthethwa (also a political body more than a relation surname – abaFokeng or Mfengu or Mfuyi as amaNtungwa aseBotswana esho, so they can be mistaken for other people kodwa bona abakwaDlomo. Do you see the problem? What makes it worse is bangakanani abantu abehla ngomzungulu? Mzungulu = Mzungu = Msuku = Mnduku = Mbai or Nkwali or Gwayi or Mkwayi or Ngai or Khayi or Kgadi or Khali or Pai or Mbali (where the world Kimberley or originally Kimbali comes from – look it up, they both mean the same thing). In fact, oJamela themselves fall under Dlomo. It’s confusing aint it?

But we used to understand it very easily until we were diluted with this schooling system we have. You need a sober and open to learning mindset when approaching our history.

So, let’s take UChunu (the real surname is Chunu (the “M-” means “person of the tribe of”) = Chu = Ngu and Nu = Ngu = Chuku = Ngungu = Khoikhoi = Koko = Nkomonkomo = Gombegombe = Ngobengobe = Nobhenguno (Cf. Lobengula and who he ruled over in North West = Mdletshe-Zwane group in Rustenburg and Phokeng, Mzilikazi set up this polity there himself) Nkungu = Nkongo = Nungu = Nuku = Gono = Ngono = Pai or Kamba people of Southeastern Bantu = Mkabayi = Shaka’s aunt and co-ruler with him, who was based eBaQulusini with Mdletshe the main army chiefs = all baseNyandeni yoPhahla = Zwane) above siluhlaziye:

From my post below, you will see that Jamela = Jamane = Dlamane = Dlamini = Sambane = Shabane = Sabane = Shabangwe = Mhlabane or Mathabela or Tabane = Daman (Gqunukhwebe/Gqunukhwen/Thamaga – Sotho) = Jama (THE Jama wakwaZulu). These are who we come from as both Mashobane/Hlongwa/BaTlokwa and Mpangalala/Bakgatla/Vanwa’Nathi/Mkhwanazi. You will learn a lot about Zulus by studying Venda, Tsonga, Sotho, Tswana, Namibian, Kenyan, Rwandan etc. heritage because that’s where your relatives are. From above, Jama already makes you related as Jama and Jamela is the same tribe. To show that we are truly Khoikhoi, Jama = Gama = Nyama = Nama = Lama (for our Ndebele peeps) = buck, meat or black.

So, Jama KaSilwane, Silwane is the Ngcobo-Dube polity (including Masimula/Moshimane/Mbuyisa, Mabasa, VhaHlenge/Hlengwa/Nhleka/Seka/Sengwa/Sengala/Dlomo people.) So, it is Jaman – there alone is a relation. Silwane itself is made of Silo/Nsele/Nsela/Ndlela/Manyelela people = Zulu-Sothos occupying the highlands of South Africa = AmaHlubi + Wane = Zwane/Ngwane/Donga/Zingelwayo people. ODube bazibiza ngoSilwane. ONgcobo baphuma ebukhosini bakwaHlubi and they are mostly in KZN and Eastern Cape but also in the rest of the country. ONgcobo amaHlubi akwaShabalala. UNdonga/Hlubi/Zwane/Mangwe bahlukene kathathu = Ndlela, Ngwane and Shabalala. Same tribes, different alignment and “relations”.

Macingwane = Machi + Ngwane. Machi = Nzimakhwe = Mhlaba-nani = Shaba = Saba (that’s what Chi means in Swahili, Mhlaba), Ngwane = Langa = Lala, therefore uMchunu = Shabalala.

The last one is, uma ulandela ifamily tree yasePhahleni or Mabasa/Vhahlenge/Hlengwa or Nyandeni Khumalo, UNgonyama is the predecessor of amaNyanda asePhahleni. OPhahleni usuke ukhuluma ngalabo ababizwa ngoHlengwa abaziswayo ngo Vhahlenge or Mabasa emaShanganeni naseMaTsongeni eMozambikhwe. EmaShanganeni UHlengwa uyiShangane or Tsonga etc. We are 1 people. We will know history only by analyzing all histories and combining them, then you get a good picture. So, Wena wase Ngonyameni, tells me all you need to know about Mchunu being a Jamela-Ndawonde person. In Mozambikhwe, they swear that Ndawonde is a Tsonga. but Tsonga are Shangaan who come from Zululand, all of them.

Nabo benza okufana nawe by assuming that Hlengwa people are not Jamela people when they clearly are. When I was young my grandfather said to me: We are not from here!!! Kwaku Khona eMandulo. We live here now, but we came from somewhere else.

oTshabalala also go by the name Mshengu = Mfengu = Mfule (so many Zwanes in Mfulo Gauteng) = Mfokeng or Bafokeng and also by the name Chagwe = Chewa (as in the Chewa of Tanzania-Malawi and Zambia-Zimbabwe-Mozambique or Khela or Nzuza people or Mphankomo or Pokomo) = Ncwane (Zungu house). UShaka wabusa noShabalala because they bore his grandmother.

Ntuthuko ,

Ngicela ucacise ukuthi uNgcobo -Dube ngabe kuvekaphi ukuthi bavela kumaHlubi ngoba amahlubi abe eyimiHuhu kudala. Ungcobo naye uvele ngenkathi kuhlakazeka umbuso kaTondo. Omachi behla ngomzungulu entabeni kwaGoba bahamba noMsuthu lo ozala amsNzimakhwe.

Nojabula ukuthola ingcaciso.

Andile Hawes. uHawes = Lawu (Hawu = Jeru = Njeri = Haye = Hai = Magaye = Magalela =Malandela) = Lawi = Lai = Linga/Malinga = Makua = Makhwa = Manga. AmaKua amaThethe or amaThethwa who King Shaka used to build his Zulu Kingdom and also anesizinza eMozambique, back when Zimbabwe, Mozambique, Zambia, Tanzania was one country with one central authority linked to the Zulu. (Sulawesi/Suhawesi = Celebe = Hadebe or Cengebe = Qegebe = Hegebe = Hembe = Mphembe = Bhebhe/Phephe = Songo/Zungu/Zulu/Suku/Pai/Bhayi = Gusi = Nkosi = Seleka Ndebele or Barolong Sothos or Mhlongo people. King Shaka’s Mom was from the Bebe tribe, she was called Nandi or Toti or Ndwandwe or Ntande, owaseLangeni.)

So, the people of Malawi are the same as the Pondo/Putu people who make up the Zulus and pretty much the whole of Africa. That is one way of looking at it. AmaMbo/Ngwe/Nkosi which is what amaLala are called in the whole of Africa are also called iMbuduma or Phuthuma or Mpondoma = Nala Ndebele = Dlomo = Swazi = Hlubi. Anyone who is Swazi is automatically Sotho and automatically Hlubi, by construct/birth. They are also Mpondo and Shangaan, Venda and all the groups of South Africa. There is no difference except what we chose to call ourselves and social stratification for reasons I cannot disclose.

Another way to look at it, is that some of these groups have Hlubi just alone. These are the guys who call themselves Hlubi. You will then have Hlubi mixed with other Zulu groups such as AmaBhele and Amangwe. I am from the latter group. Most black tribes in Africa and the rest of the world live in sets of two tribes that can normally marry each other but have strong kinship ties and co-dependency. So, for instance, in Swaziland, the Dlaminis live with the Kunene-Zwane complex. The Dlaminis themselves come from the Mthethwa people. So, they are Zulu. The current Swaziland state and its seperation from Zululand happened in the last 100 years. Till today, a lot of Zulus have close relatives in Swaziland and WE ARE SWAZI!! look up how many Swazi Kings and Chiefs are in Zululand.

Lastly, what can also help you is to stop thinking about this as Zulu, Xhosa or us separated by languages. Most black people speak multiple languages within the same family and ULTIMATELY we are the NGUNI Nation together. So, once you start thinking Nguni and looking which strictly NGUNI tribes exist then you will have your answer. For instance, the Vendas and Pedis have the same tribes (names and everything) and they live with Zulus in Limpompo but they say they are different because f languages. The tribes within Pedi and Venda are also the same tribes within Zulu and Xhosa. Cases in point are Pai or Mbai or Kamba or Mkabayi or Mamba or Bhayi people – these are people from Mbonambi and the Xhosa, Zulu and Venda and Pedi and Lesotho or Sotho Kings come from these people. UMkabayi was King Shaka’s aunt. What is the difference between Lobengula, Lovedu, Mbedu or Mbedwini or Dube people. These are the same tribes but Lobengula is taken to be the Tswana-speaking Zulus in Rustenberg in Phokeng and surrounds (Ndwandwe-Langa), Lovedu are both Venda and Pedi (Molapo or Mlambo or Sambo people), Dube (Zulu and Ndebele – I live in deep Zululand and there is a Dube Chiefdom – the main one in KZN just outside my township), Mbedu/Mbedwini = Qwabe/Makhanya/Mahaye/Magaye/Ngai/Khai – remember Xhosas live in CisKHAI and TransKHAI. Think of South Africa as split between Mthethwa people and Shaba/Xaba people.No language monikers. Burn them, then you will start seeing the truth.

Trust in God, boet, oNgcobo were known as the first nation to bring Christianity to South Africa or adopt it and give up old satanic Zulu life. You should be proud of this and seek God with all your might and heart and HE will reveal all I am saying because people have taught us that we are all different. NOT SO. There are Xhosa towns within KZN and deep within Zululand! Why? The Xhosas in fact belong to Zululand. IGosa is a wise person/elder who can hear counsel from God. AmaGosa is a council of elders. AmaKxhosa/Xhosa/Khosan/Khoisan within uMgwezane/Mgozane/Mkhozane wakwaNzuza/Sokhulu or Izikhulu/Mzimkhulu – the big house of which is Ngwane or Nzwane or Zwana or Zwane or Ntwane or Tiwane or Ncwane – is the council of rulers of the Nguni people. We are Nguni, not just Zulu, Xhosa etc. Also, old school Zulu and Xhosa are identical. Xhosa seems like a version of Zulu or NGUNI to be NEUTRAL that some Zulus have stopped using due to forced learnings through the schooling system, amaWushe – OBiyela or Bilane or Vilane or Fiyane or Fangine or Mfangele or Mfengu or Bafikeng, and South Coast people still learn Xhosa and Zulu. To learn more about how we used to live, look up Borana-Oromo Gaada system and read up extensively about it. BUT, WITHOUT THE ONE TRUE TRIUNE GOD, IT WILL BE GIBBERISH TO YOU! It’s a spiritual thing and not really about acquiring knowledge.

AmaGosa akwaZulu oMchunu/Gcuku, Cele (Ndosi or Dosini or Thusi or Ntose or Gwato = Kwena = Gegana/Kekana) , Bhengu, Qwabe, Mthethwa etc. are also amaGosa or amaKxhosa or amaXhosa (or Maoela/Mawela/Siwela in Sotho-Nguni) akwaNguni = Zulu elders council – the highest civilian ruling entity made up of the chiefs of 10, 100, 1000, 10,000, 100,000, 1,000,000 people etc. and a people generally held to be wise and God-fearing at the top. These clans above exist amongst the Xhosas and all other South African tribes with similar or the same names as Zululand and they form part of the Nguni governance structure. Some parts of Eastern Cape are carbon-copies of towns and villages in KZN etc. around the country and continent. Same people living in villages with the same names.

Also please research Molefe/Moloi – the Zulu Moloi who live in deep Zululand – eNquthu, eMondlo around Hlobane who are actually Zulu and Hlubi. They even have an ancestor called Hlubi. These people have the same ancestry as Mchunu. They also still speak Sesotho.

Bonke abakwaMsane or Bosia or Bosani or Khosani or Khoisani or Xhosani or Xhoseni = Council of elders and wise men who led each and every Nation or groups of nations.

AbakaMoloi abesutu bakaMota

Andile Hawes, I am trying to say to you: What is the difference between AbeSuthu namaZulu namaHlubi?

For you to say you need proof how oNgcobo (bavela kuVumiZitha no Ngidi who openly claim to be Suthu – read up on oNgidi – they also claim to come from Zwane) bangabeSuthu you seem to be starting from a point where they are not. Even the Zulu Royal Family is Suthu. That is why they call themselves the Suthu regiment.

Apartheid wanted to break up the old Zulu Kingdom and then rule us separately so they created divisions where there are none. AbeSuthu bonked bazalwa kwaSibiya, yikho kukhona uSotobe = uBeSotho (abanye bethu babethanda ukubeka Isubject of a word at the end instead of the beginning but the word itself spells the 2 main tribes of Thembu or Mafu or Mambu or Mambo-Zulus = Singo = Soi and Thingo = Toyi. Putting it together you get SoiToi = Sotho = Sidi = Nside = Ntshidi = Tshidi (which is what the Tswana-dpeaking North West Tlokwa call themselves: Barolong Ba Ga Tshidi, the Tlokwa are called Hlongwa and are ruled by the Hlongwane or Dlungwane clans as their Kings). This also spells Zitha as So = Si = Zi = Ndo = Sa and Tho = Tha = Thai = Dai = Dinga = Thinga. So, the Suthu people are made of Thoyi and Soli/Singo people.

The Singo and Svingo are also called Masango or Masau or Saul or Sigcau or Saule (The Xhosa Gcaleka kings are surnamed Sigcau and the royals are also surnamed Saule, the Mpondo King is also called Sigcau – all from the Phalo or Phunga or Phallu or Valoi or Baloi house that produced the current Kunene kings that rule every tribe in Africa) and the Kings of Venda are called VhaSingo and they conquered the Venda-speaking Zulu tribes that lived in Limpompo or Livovo or Libombo or Zibombo or Zibambo or Zimbabwe (it is an old established fact that Mapungubwe was in Old Zimbabwe which is called Lipompo of South Africa now), after the end of the Zulu-Mfecane and Anglo-Zulu war. The VhaSingo or Masvingo are also Shona people in Zimbabwea and the Chewa in Malawi. They are also called Malinga or Maleka in Tsonga-Zulu-Swazi-Sotho Zulu. The big house is called Maluleka which is the same surname as Gcaleka. The Maluleka is the big house of the Hlongwa/Tlokwa that live in Maphumulo, KZN. The Tlokwa are both Zulu and Sotho just like the rest of KZN. They are also Mpondomise whose big house is Ndosini of which Cele is the big house. This nation falls under the Gazu or Gazi or Gaza or Magwaza or Gcau or Ngcuka or Makhunga or Sikhau nation called Mkhwanazi or Vanw’nathi of which Makwakwa or Qwaqwa Mabasa/Mabasa or Sibasa or Sibase (amaYika or Yirha or Nyika or Nyai or Nyathi or Nazi or Nathi or Mjikenda or Mchichenda) and VhaHlengwe or MaHleke or MaSeke or VhaHlengwa or Asalel or Asahel are the 3 parts. All are Zulu, Sotho, Nguni and Thonga. GAZU is widely recognized as Sibiya in KZN. Some even call it Lugaju or Gadu or Gwanto or BamaNgwato or Nqetho or Gendor. They come from the Mzilikazi people, who are 100% Zulu and were Ndwandwe or Ntande or Nandi or Toyi or Anathoth or AmaThoti or AmaToyi. Some are bold enough to call themselves Zondi
Or Dzondzi or Dzoi or Dziko which is where the Zikode comes from, a Zwane-Thembu libation.

AmaToyi are Thembu, also called AmaCeduma or AmaNgwe-Duma or Thembu-Duma or Mbuduma or Mputuma or Mpondoma or Mbudumisa or Mpondomise
(In Bantu and specifically, Swahili iDuma is INgonyama or Nkwenyama or Mbube or Bhubesi or Nongoma or Regma or Lengema – the ancestor of the Mzilikazi or Khumalo or Ngomane or Guma or Axum or Khumane or Ngulumane people) = OMthombeni or Gwabini who consist of Nzima and Ntande or Ndwandwe or Langeni people. These people are the Matatiele or Mathathias or Mthanti or Mantantisi Tlokwa whose former leader is Hlubi who lived with other Hlubi close to Harrismith before being displaced by Mfecane wars. I dare you to pick up the phone and call the BaTlokwa royal family and ask them if they came from KZN and if they are Zulu. BaTlokwa are the group from which the bulk of Pedi, Sotho and Tswana come from. Also called Thai or Thali or Dinga or Mandinga or Mandingo (dingo = DOYI = inja = dog = uMudlo/Umudla (puppy = umudlwana) = Umutlo = Umutla = intya = imbwa – Shona), so, Thai = Tjali = Tyali (Junior house of the junior house or Xhosa Maluleka Kings) = Jali = Jair and where the word Mgo-DOYI meaning dog comes from. Babuye babizwe ngamaZizi or Nongama or NoJama meaning they are a wife tribe to the Jama or Dlamini tribe.

Lastly, the Ndwandwe come from Zwane and Zie or Zwide or Zweni married a Zwane woman called Ntombazi or Netophathi. This nation is the bulk of the KZN people. ALL Ndwandwes are Sothos.

THE Sothos or Sothole or Sothoni or Eston or Esthon are made up of: Bethrapha or BeShaba or BeHlamba or Mashaba or Shiba (Mkhwanazi or Makhanya or Mahaye or Khayi), Phesse or Bheshe or Mpisi or Bisi or Bhishi or Mpheze or Mphenze or Mbhense or Mbizi or Mbithi or Mbethe or Mbhele or Mbende or Vende or Vedi or Pedi or Venda or Obed or Shobede or Obedenga or Obededom or Mbelu or Mbedu or Mbedwini or Mpithi (all Sibisi or Sibiside people – iNsinde is the house of King Dinizulu which is the house I come from and it is called eNsindeni – kindly yabaNtwana or Nzwana or Nzwane zakwaZulu or Nguni.) The last clan is called Tehinna or Tehai = Mande Haye = Mandeka = Mandeku or Theku = Theko = Thole = Ntengo = Nani = Ngwani = Gage = Ngwane = Mangwe = Thai = Thali = Jali = Mtshali = Tyali etc. These are Sothos who are also called Maleka or Malinga or Maluleka or MuGcaleka or Ncalane or Ncanana or Mathe or Mande people of Africa.

The truth is our history is written through all the tribes of Southetn Afriva because we are the same people. That is why you cannot really hold on to an ideology that separates us by language instead or looking at what we have in common. As long as you think of Zulu vs Suthu vs Xhosa, then it is Apartheid 10 – You 0.

1 2 3 11