Abantu bakwa Ngobese
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.
Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ reading <<
zethembe majola
Sybonga ngokusinika umlando wethu nokusicacisela nje ngezibongo esihlobene nazo
Ngelosi Ngobese
Just need to find out if Ngobese is related to Khumala as it say ‘Bantungwa ‘abamnyama. As well as ‘Mlambo’
qiniso ngobese
Asikho isibongo esingena kwangobese ungobese uzimele nje. UMlambo no Mtungwa amagama abantu lawo bakwangobese
Nontobeko
Nginithanda big tym koMqungebe ngazalwa khona nami
Busi Ngobese
Ngaze ngajabula ngezakw ntinda ngiyaz qhenya ngamaGamndan amahle
mzukulukaqheke
yithi abantu nabelungu bayazi
vikangobese@gmail.com
Nami ngijabula kabi ukuba uNgobese sisi wami sibambane njalo singalahlani.
Siyabonga Ngojese
Sanibona MaQungebe, bengicela ukubuza ngaso lesithakazelo esithi Mqungebe sasuka kanjani?
NONUHLE NGOBESE
YITH’ABANTU NABELUNGU BAYAZI