Abantu bakwa Ngobese
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.
Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ reading <<
Gcina Ngobese
Thina eMaqungebeni sinomlando omude nomuhle KwaZulu kuphinde kuvel ubuqhawe boSihayo. Mana njalo ndlu yakwaNgobese wande njalo syabonga.
Nhlanhla Ngobese
Kwazekwakuhle ukuzwa lezindaba sengathi nabanye bangafunda lapha khona bezoqonda kuthi asibona bokuhamba thin a kulelizwe kodwa salilwela singaMaqungebe; nime nje nina boSihayo nina boNyathi ingalala ngecele kobekonakele
kwanele Ngobese
yo cctz sashisho xeim