Abantu bakwa Ngobese
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.
Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ reading <<
nonjabulo
ngaze ngajabula ekugcineni ngiwazi umlando wakithi ukuthi sivelaphi. yazi ngangithi hlampe samaswati nje. cha kanti singamaZulu ngampela
sibonelo ngobese
Ngaze ngajabula kwazi umlando wakithi kwangobese ithina labo omqungebe abahle
Simphiwe A Ngobese
Mantuzuma ngibe nosuku olu gcwele injabulo ngalolwazi engiluthole namuhla nokthi sibaluleke kangaka