KwaZulu bathi ngobuciko obatholakala kuma Shodo singamaCekwa amahle o’Shiyabantu njengenyamazane.

noma ukuphi nezwe o’Siluma o’Yeyeye amaThefuya emtuba banabela nakwaMhlabuyalingana. Baze bayofika Eswatini.

Izithakazelo zakwa SILUMA
Shodo
Shiyabantu njengenyamazane baCekwa abahle
Nezinyathelo zenu
Nina enadla odade baboyise nathi abanamhlehlo abananyongo banesibhabhakazana kanti akusiso isibhabhakazana isibhabhakazi
uMaphathinduku
uMahlomendini
Bojojo olumnandi
umkhalisi umlobokazi
Wathi akasekuya emaShodweni ngoba kashayi kayibulala
MaZawezawe