clan names ๐Ÿ‘‘ history

izithakazelo

Tag: thabelo Page 2 of 5

Ndzombane clan names & History

Ndzombane clan names
masoka, ntanzi, rhoyi, kunene kwelizwe, mbokazi!

Izithakazelo zakwa Mbokazi clan names & History

Magembe, donda kaMthaniya, sobandla lwandle kaluwelwa, luwelwa zinkonjane zona ezindizela phezulu, kethekeli, uthekela kwandodakazi kuphela, uthi engethekela izwe life!

Izithakazelo zakwa Thungo Clan Names & History

Thungo,
Mlotshwa,
Mkhonto,
Mbokazi,
Khabanyova,
Jijiji,
Nkonyane yomsuthu !

Mbokazi Clan Names & History

Izithakazelo zakwa Mbokazi

Mbokazi, Donda, Sontuli, Hlumakazi ka Mdaka, Wena wasolwandle, Lwandle olungawelwayo! Oluwelwa izinkonjane kanye nabelungu, bona abaphapha phezulu, wena kaMhlakazanhlansi, phahlaphahla kubeSuthu, Sobiko kaSongabi, wena wesibongo eskhulu, kasishiwo emzini, wena kaMhlakaza nhlansi zibashise, wena kakhukhโ€™olukhulu, olwahlanganisa indlu yakwaHlekazi, intombi ezekekayo kaHlumakazi kaMdaka, wena kaNqamlathusi, wena kaSnqamuโ€™sobhedu, wena kaMlamlankunzi ziyeke zibulalane, wena kasichumo esbamba bantu sibayeke, wena kaNkos yomfazi. wena kaMtete, Mnguni kaCilo, Mbokazi !!

Those are the names I was told maybe you guys have more knowledge of others.

Page 2 of 5

โ“’ 2025