Shongwe,
Mtimande,
Bhambolunye, Zingaba zimbili ziza nonina ekhabo nina,
Ngwenya,
Mabuya
Madla ‘angakhothi,
Ntamende njenge yenyamazane!
Tag: topp Page 2 of 5
Bhambolunye
zingambili zobe zifuz`ekhaya konyoko
bengasabuyi baye babuya emaNgwaneni
Nungunde
Wakhothe
bayosala beziyolanisa
wakhangelemnzini wakhangelenyakatho
Mabhodl`amanzi abantukazana bebhodla utshwala
Vusumuzi ngokuvusumadonsela
oqhamuk`esedonse ukunene no gamadze
Mntimande !
Abanye bathi:
Ngwenya
Mtimande
Kota
Bhambolunye
Mabuya engasabuyi
Ayobuya emangwananeni
Nungunde
Wakhothe
Bayosala beziyolanisa
Mabhodla amanzi Abantukazana
Bebhodlutshwala
Vusumuzi
Ngikuvusa UMadonsela and qhamuka esedonsa ukunene noshongwe
Gamandze !
UNgwenya yisibongo sesiNguni okusho ukuthi “ingwenya”. Abantu abagqamile abanesibongo bahlanganisa: Dumisani Ngwenya (owazalwa ngo-1984), umdlali webhola waseNingizimu Afrika. Godfrey Ngwenya (owazalwa ngo-1950), umkhuzi wezempi waseNingizimu Afrika.