clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: September 2019 Page 3 of 11

Izithakazelo zakwa Ntsimbi

Ntsimbi Mbini Mnamatha magazi zulu kaNtombela Mageba!

MBONJANE

UDUBE ELIMTHENTE UMAFUKUZELA UMAGEZA NGOBISI ABANYE BEGEZA NGODAKA

Amampodo

bendifuna imvelaphi yalamampondo onyawuza abakwaxhosa bank owasuka emampondweni ,ezalwa ngubani yena ,kweyiphi indlu?

Izithakazelo zakwa lwantshi

  • Lwantshi
  • Mshabile
  • Msindazwe
  • Mashishi
  • Nkomonala
  • Gwegwe elagwegwa uhlanjana lwawela uphongolo,
  • Muth’ obomvu othezwa amatshitshi namajongosi
  • Mnaba ohlaba amavaka
  • Mthiba osatshwa zinyoni
  • Maqoba avungule wasenyakatho
  • Vumba elinukela intshindane!

Jula Clan 😍 Jula Surname Meaning, Jula Origin, Jula History

Jula Clan 😍 Jula Surname Meaning, Jula Origin, Jula History
The meaning, origin and history of Jula surname is not listed.

This surname is prevalent in South Africa.

Click to add info about this surname

Mvula clan name izthakazelo zakwa Mvula

Mvula,
Magangane, Mlotshwa, Macala, Mgamule Nina abakamoya, Nina bakwa Macala, Zikode, Nina abakanophunga yizwa nohlanga, Nina abakwasilayindu wengwegweni, Nina abanyawo ezaza nodaka ensimini kamambokazi, Nina abakwa hubhu labhejane, Nina abakwasbhamu esaduma enkundleni kano bhengu, Nina abakwa fofo weziziba
Mvula!!!

Miss

Mamtshawe

isithakazelo sakwa Mahlaba

mina ngazi lezi zithakazelo zakwa Mahlaba : Mahlaba, Junda, Mabhazulwa, Maphawulahle, Cindi. ngabe zikhona ezinye ezishodayo?

Umlando labezinze ngakhona

eMatimatolo kulapho Okhokho namaKhehla akhothamela khona. Idoloba iGreytown.

Izithakazelo zakwa Sokhabase

Sokhabase,
Mdanda, Thumbu kaMbasa
Owasela oMnguni naBambo,
Bebanga uhleko
Sphanda’bantwana
Msuno’mude
Mlilo
Wena kaNdimande
Manukuza
Nomageja, Skhothana, Gumede,Mangena, Mkhathini, Mabona,
Khwela, wena uwakhwela ngentaba
KaMajefa.

Page 3 of 11

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: