Ngicela izithakazelo nomlando wamaKhusi
Month: August 2022 Page 4 of 27
Sigwebela History:
Umlando ka Sigwebela ka Nondaba ( Lisela) ka Machi ka Ntamonde ka Msuthu ka Hhihhi ( I-Pedi).
u Sigwebela wazalwa yi-Khaladi (i-Nziphazi) uLisela (Listen) Owayefikele komkhulu kwa-Machi.
uLisela wabonana nentombi yasebukhosini kwa Machi, egama layo kwakungu- Nondaba ( Umaziwazo izindaba zasebukhosini). Ngalezozikhathi umuntu owayenze isenzo sika-Lisela wayebulawa nokubulawa, kepha yena wacela ukwenziwa isisebenzi sakomkhulu esingakhokhelwa. Ekuzalweni kwendodana yaqanjwa igama kususelwa esigamekweni sekhaladi sokuzigweba, kwathiwa umfana u Sigwebela kaNondaba. u- Sigwebela wazala u-Mgcwaba bobabili akukatholakali kuthi babeganwe womabani no kuthi bangcwatshwa kuphi.
u-Mgcwaba wazala a madodana amahlanu : u-Mdingana inzalo Yakhe itholakala kwa- File (eMzimkhulu) nase Mvenyane ( Matatiele).
– Ndawana onzalo yakhe itholakala e-Stezi.
– Zono onzalo yakhe itholakala e Bizana ( Mmangweni)
-Mthayana onzalo Yakhe itholakala e Mkhoba, oCingweni, ku Nongidi nase Hlokwenkomo.
– Qhuphaza onzalo Yakhe itholakala eMkhoba kwaMbotho e-Stezi nakwaJali…
Izithakazelo
Sigwebela kaNondaba Ndenza Lawu
Xabanisabantubelungisa
Sidununu sensingiza…
Sekgoto
Mokebe
Makolobane
Mabotswa a telehe
Tjhatjhametsane
Manci lona maQholo mabhali mdludla kabekisa
Ngicela umlando wakwa Ramncwana
Ndicela ukubuza ngemvelaphi yabantu bakwa Jompolo, kukho intetho ethi they are originally from KZN they moved fro mMzimkhulu to Mount Frere, Tsolo, Idutywa . Ithi nibali ngabantwana ukuzana u Jompolo, Mxhotyelwa, Liwani. Iziduko endizaziyo ngo Gabela o Binza, Mbulu, Zotsho, Msizikazi, Nompondo,Manci. Kukho o Nunu, Ndude.
Shobede, Mpangazitha, Khubazi Elim hlophe, Sithathu, Nobanda ngomsasane owabanda amagwala.
Soyiya, mcinini! Shungu kamavunguzela. Nkomo ezimagudu! Mbeka!