Izithakazelo zakwa-Nzuza

Mahlobo,
Mshazi,
Debelimdaka, Bomvula,
Wena owahlaba iso lesilo ngomuso wahlaba elengonyama,
Nozishada kaMaqhoboza,
Owaqhoboza izinkomo zamadoda,
Umajiya kaDiniZulu kaMsuthu,
Mudli!

Izithakazelo zakwa Nzuza

Mshazi nondumo vezi mahlobo bomaqhoboza abaqhoboza izinkomo zamadoda bo mvula nina enahlaba iso lesilo kwasa ngomso nahlaba elengonyama dlodlongo mandla Read more

Ukutshela kwezikaBhoqo

Ukutshela kwezikaBhoqo Ukutshela umuntu kungaba izindaba zakhe ungashiyi lutho, kungaba umtshela noma amaqiniso. Umsuka.....ibhoqo umuthi wokuphalaza, uma uphalaze ngalo uzwa Read more