Mkhize:
- Gubhela
- Gcwabe
- Zihlandlo
- Khabazela ka Mavovo
- Ngunezi Bamba aba Mbulazi
- Sibiside
- Sidaphudaphu
- Nzalo ka Luzalo
- Mlangeni
- Gasela
- Sishiya
- Madondo
- Mdephane
- Dlamane
- Sacolo
Abakwa Mkhize bahlobene nabakwa Dlamini, Mlangeni, Ama-Mpondo/Mpondomise bonke aba Mbo badabuka ku Sibiside kwabe sekuba nokuhlukana ngokwezindlu.
Mpilwenhle
Mina ngibuhlungu ngoba ubaba wengane yami ngowakwa dlamini mina ngowakwa mkhize
Andile mkhize
Ngiyajabula ukwazi imvelaphi yami ngesibongo sami
Zamambo Mkhize
Cela ukbuza basembo uDlamini ungenangaphi koMkhize?
Th
Dlamini, uMkhize kanye noNjanya bazalwa Inkosi uSibiside.
Ntombile
yooo mine ngisthanda kakhulu, ngishadele kusona, abo mumbomhlophe, abo gcwabe,,, ngiyabathanda kakhulu!!!
David Smath
Ngiyasithanda lesi sbongo ngithanda negama lami engaqanjwa lona ukuthi nguMagcwabe lokho kungenza ngingakhohlwa imvelaphi yami