πŸ’›

izithakazelo

Mkhize, Gubhela

Mkhize:

  • Gubhela
  • Gcwabe
  • Zihlandlo
  • Khabazela ka Mavovo
  • Ngunezi Bamba aba Mbulazi
  • Sibiside
  • Sidaphudaphu
  • Nzalo ka Luzalo
  • Mlangeni
  • Gasela
  • Sishiya
  • Madondo
  • Mdephane
  • Dlamane
  • Sacolo

Nawu umlando wabakwaMkhize

Abakwa Mkhize bahlobene nabakwa Dlamini, Mlangeni, Ama-Mpondo/Mpondomise bonke aba Mbo badabuka ku Sibiside kwabe sekuba nokuhlukana ngokwezindlu.

Nawu umlando wabakwaMkhize

Previous

Abakwa Shezi Izibongo Umlando

Next

Zulu Kings Amakhosi

6 Comments

  1. Mpilwenhle

    Mina ngibuhlungu ngoba ubaba wengane yami ngowakwa dlamini mina ngowakwa mkhize

  2. Andile mkhize

    Ngiyajabula ukwazi imvelaphi yami ngesibongo sami

  3. Cela ukbuza basembo uDlamini ungenangaphi koMkhize?

    • Th

      Dlamini, uMkhize kanye noNjanya bazalwa Inkosi uSibiside.

  4. Ntombile

    yooo mine ngisthanda kakhulu, ngishadele kusona, abo mumbomhlophe, abo gcwabe,,, ngiyabathanda kakhulu!!!

  5. Ngiyasithanda lesi sbongo ngithanda negama lami engaqanjwa lona ukuthi nguMagcwabe lokho kungenza ngingakhohlwa imvelaphi yami

Leave a Reply to Mpilwenhle Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén