Myeni, Meaning, Origin & Family History | Umlando

Abantu bakwa Myeni babebizwa ngokuthi abakwa Myeki besahlala eBabanango eduze komfula uMhlathuze.
U Mlambo wazala u Ngwenya no Nsinde. U Ngwenya wabe esakha isizwe sakwa Ngwenya kanti uNsinde wenza esakwa Nsinde.
UNgwenya uDuma, u Duma nguye abantu bakhe abagcina bengabakwa Myeni.
Bagcina befuduka baze bayofika eNgwavuma lapho abafika khona bahlala nabantu bakwa Mngomezulu ababebuswa yinkosi yabo uZondiwe.

Ake sibalamanise abakwa Myeni:
uMbambo wazala uMabaso (Hhayi wakwa Mntungwa)
uMabaso wazala uNgwenya no Nsiande,
uNgwenya wazala uDuma,
uDuma wazala u Mdolomba,
uNsinde wazala u Maguma,
uMaguma wazala uLundini,
uLundini wazala uVuma no Mlangazi,
uVuma wazala uSiphike owazala uMkakwa,
uMkakwa wazala uNkunzi,
uSiphike ka Duma wathuthela eSwazini, lapho afike akhothamela khona.

Izithakazelo zakwa Myeni:

Mdolomba,
Mzukase,
Mnguni,
Mzimela,
Mziyankatha.

More about Myeni

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

49 thoughts on “Myeni, Meaning, Origin & Family History | Umlando”

  1. Mina ngifisa ukwazi ngesibongo sakwaVuma ukuthi sivelaphi, nezithakazelo angizitholi ma ekhona ozaziyo ngingajabula ukuzazi.

    Reply
  2. Thnks a lot to know more knowledge about the MYENI’S surname this is for the sake of my daughter n her father yena ungowakwa myeni EMANYISENI THNKS 4RM THULISILE NXUMALO.

    Reply
  3. Ngicela ningisize ngezithakazelo zakwa Mendu

    Reply

Leave a Comment