πŸ’›

izithakazelo

Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Abantu bakwa Ngobese

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.

Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ  reading <<

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Buthelezi Clan 😍 Umlando

Next

Mchunu, Meaning, Origin & Family History | Umlando

3 Comments

  1. Ngobese Phiwe

    Ngaze ngajabula ukuthola izithakazelo zami Benghazi ezincane engazisthelwa umkhulu benginganelisekile Ngiyabonga

  2. nami ngyakujabulele ukuba idelakubusa yane yith abantu Lana magamndane amahle

  3. Ntokozo ngobese

    Ngyaziqhenya ngo sihayo udelamubuswa umqungebe wam

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026