πŸ’›

izithakazelo

Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Abantu bakwa Ngobese

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.

Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ  reading <<

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Buthelezi Clan 😍 Umlando

Next

Mchunu, Meaning, Origin & Family History | Umlando

3 Comments

  1. Thabisile ngobese

    Wow kwaze kwabamnandi ukuba owakwaNgobese ngathanda lesi esithi nina enaphuma ngenoni emgedeni.

  2. vukani Ngobese

    Ngajabula ngomlando wamaQungebe, noma nginokudodeka nje ukuthi yini kugcina sikuyisiqeshana nje indawo ephethwe yinkosi yakwaNgobese kodwa kubalwa indawo engaka from Babanango to Umzinyathi river

  3. Phili ngobese

    Hi maqungebe amahle kufinyelelwa kanjani entabantuzuma en kupublishwa kuphi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026