izithakazelo

Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Abantu bakwa Ngobese

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwa  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.

Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> Continue  reading <<

Royalty from Ngobese last name

Prince Wandile Ngobese (Zulu Royal Descendant)
Great-grandson of Mehlokazulu kaSihayo, a famous Zulu warrior who fought in the 1879 Battle of Isandlwana under King Cetshwayo. In 2025, he was invited to Tanzania by King Mgendela Gama of the Ngoni tribe to teach Zulu culture to the youth of the Ngoni people, who are descendants of King Zwangendaba—a general who fled KwaZulu-Natal during King Shaka’s rule. He performed at the Bulabo Cultural Festival in Mwanza Province, where Tanzania’s President Samia Suluhu Hassan was so impressed she requested a photo with him. He had previously been hosted by Ngoni royals in Zambia, continuing the cultural connection between Zulu descendants across Southern Africa.

Previous

Buthelezi Clan 😍 Umlando

Next

Mchunu, Meaning, Origin & Family History | Umlando

6 Comments

  1. Simphiwe Gamndane

    Long leave Maqungeba Long Leave kwaze kamnandi ngokuba nolwazi olu Jule kangaka ngesi bongo sakho Ngiyazi bonge Ma Ntida aseNtaba Ntuzuma

  2. Lungelo mdlabela

    Maqungebe amahle❤️😍thandolunye boMehlokazulu❤️😊

  3. Bengicela onganolwazi eke engichazele ngokuthi uGamndane wayezalwa ubani yena wazala bani.
    Ngiyazicelela MaQungebe amahle

    • Muziwakhe Ngobese

      Kahle kahle sizalwa ebu khosini thina

  4. Bright Ngobse

    Ngiyabingelela Nina enadela umbuso nawunika abezizwe,Nina enagiya ngezingaxzizamadoda eSandlsane.Esinyr izibongo esingesihambisana NSE no Ngobese esakwa Khana,abafowethu nodadewdthu labo,Mawungebe

  5. Sphamandla Ngobese

    Ngiya jabula ukuba u Ngobese Umqungebe Gudlumkhonto

Leave a Reply to Mvuso Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén