Abantu bakwa Ngobese
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.
Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ reading <<
Zandi Ngobese
Mqungebe, i think this is the history of the Ngobese Chieftancy, not Kingdom. Thank you
Fanele
Mina sengfisa ukwazi ihubo lakity kwaNgobese
N NGOBESE
Noma kulukhuli kungcono singabuyele ntuzuma kusho thina maqungebe
Dumisa
Ngicel ukwazi ukuthi zihlangana kanjani lezibongo eyimbili we sisi unoKuthula Ngobeni and Ngobese?