πŸ’›

izithakazelo

Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Abantu bakwa Ngobese

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.

Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ  reading <<

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Buthelezi Clan 😍 Umlando

Next

Mchunu, Meaning, Origin & Family History | Umlando

3 Comments

  1. Nelisa

    Gamndane yithi labo❀️

  2. Bongile Ngobese

    Ivelaphi ibalulekile. Siyabonga Maqungebe amahle

  3. Mcebo Ngobese

    Ayikho into ebalulekile okundlula ukuthi uzazi ukuthi ungubani uphumaphi uyaphi, asbonge bodadewethu nabafwethu abazali .

    “Long leave MaNgobese amahle long leave.”

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026