Abantu bakwa Ngobese
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaย kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.
Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> Continueย reading <<
Sphamandla Ngobese
Ngiya jabula ukuba u Ngobese Umqungebe Gudlumkhonto
Nomvelo Ngobese
Kunjalo njer boSihayo๐ฅบโค๏ธ
Syabonga ngolwazi lwemvelaphi yethu …lusisiza kakhulu thina esisebancane esingaz ngomlando wakomqungeba
Nelisa
Gamndane yithi laboโค๏ธ