Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Abantu bakwa Ngobese

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.

Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ  reading <<

More about Ngobese Mqungebe Ngobese Nomlando

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

76 thoughts on “Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando”

  1. Wow I am so happy to know myself.I am Ngobese.mqungebe

    Reply
  2. Awu madoda yithi labo Magamndane amahle!!! Sothulisa!

    Reply

Leave a Comment