Abantu bakwa Ngobese
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.
Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ reading <<
Lindokuhle Ngobese kaSihayo
Mmm kwaze kwathi cosololo kwehlakamnandi ukufunda ngomlando wakithi madoda tell me more…
Ngobeze Zonke
Ukwazi izibongo nomlando wami kungeze ngazizwa ngiphelele. NingabaKwethu nina bo Sothulisa!
kwanele ngobese
I’m proud of my heritage