πŸ’›

izithakazelo

Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Abantu bakwa Ngobese

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.

Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ  reading <<

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Buthelezi Clan 😍 Umlando

Next

Mchunu, Meaning, Origin & Family History | Umlando

5 Comments

  1. AmaQungebe amaqhawe amakhulu emlandweni wasemzansi, yize noma abuye ahlakazeka ngenxa yempi yabamnyama nabamhlophe. Khona kunjalo asabumbene namanje ayahlangana njalo ngonyaka aye lapho edabuka khona eNtabantuzuma.

  2. mzokhona

    Ngaze ngajabula kakhulu sengyaz mnj ukt ngsukaph.. gyayqhenya ngokuba iqungebe ngybonga

    • Lungisani

      Sho bafo ngicela ungsiza ngehubo lakithi kangobese

  3. khaba mlotshwa

    Ngicela ningihlaziyele isibongo sakwaKhaba. Isithakazelo nomlando waso. Ngiyabonga.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026