Abantu bakwa Ngobese
Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.
Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ reading <<
Phili ngobese
Hi maqungebe amahle kufinyelelwa kanjani entabantuzuma en kupublishwa kuphi
Sicelo Ngobese
Ngangingaba yini kodwa ngingeyena okwaNgobese
MHLONISHWA OLUNDI
Phambili ngoMdlabela sinomlando omuhle ngisho ebukhosini bakwaZulu
Ceebahle
Yoooh kant we are also calld abo malinga kwangobese wow
Ntsikelelo
Ntsikelelo
ngobese
ngyathokoza mengizwa
occ no bhut beziqhenya
ngokuba iqungeb’elihle
nangemvelaphi yethu
Gcina Ngobese
Thina eMaqungebeni sinomlando omude nomuhle KwaZulu kuphinde kuvel ubuqhawe boSihayo. Mana njalo ndlu yakwaNgobese wande njalo syabonga.