Ngwane Bhengu Shongololo Ngcolosi Dlabazane Malala alala nomunwe endunu Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi Jali Imvelaphi yabakwaKhanyeza: Abantu bakwaKhanyeza kusengabantu bakwaNgcolosi (Bhengu) , bakanye nabakwaJali
Izithakazelo zakwaKhanyeza
Ngwane, Bhengu, Shongololo, Ngcolosi, Dlabazane, Malala alala nomunwe endunu, Avuke ekuseni awuncinde akhwife ilanga, Nina enigeza ngobisi abanye bengeza ngamanzi, Jali !
Mgoza Clan
Mgoza Zikode!
Izibongo zeSilo uBhekuzulu kaSolomon
Izibongo zeSilo uBhekuzulu kaSolomon INkunzi elukhanda lubanzi YakokaMathathela Evimbel’uNgenetsheni Yavalel’uButhelezi Kwathiwa ivimbeleni bafana Ingangen’ekhaya Ngoba iyoth’ingangen’ekhaya Ifik’zone izithole INsingisi kaNdaba Ebanga izul’ukuphendula UMnguni wakithi Itshe elehle phezulu Kubo eNengeni Libonwe ngoNdwandwe Kanye nabaThembu ONdwadwe bakithi eGudu Balinomomozelela AbaThembu bakithi eSandleni Balinkwezela Ngoba babeshaywa yisazelo Kwakungeseziqaku lezinkomo zeNkosi ISilo limaphandu Yebo
Izithakazelo zakwa-Khanyeza
Izithakazelo zakwa-Khanyeza Ngwane, Bhengu, Ngcolosi, Dlabazane, Nima enigeza ngobisi abanye begeza ngamanzi!