amaNyandeni aMpofu kaMashobane weSidunu seNsingiza, Wokulandelwa yintombi ithi ngizeke noba awula nkomo, Vumisa kaNgono, Msongi wensimbi eyibeke khanda, khona amagwala ezombalekela, Shobane owagaqa ngamadolo aze aphocuka, Ophuz’ amanzi ngokuwabona, engakawaboni komi ! Sango libhekezansi. Akophuma nkomo kophuma amadoda kuphela, Zingwe zombili ezalwa zabulalana kwantaba Ntshanini, ingane ziyaphakelwa ndawonye, Ngwadla phangela
Mpofu Origin 😍 Mpofu Clan history
Ladies and gentlemen, amanyanda. Mina ngu Mxotshwa kaMakhaya umabhenampondo, uVumisa. There is one Mpofu and thats enyamazana which is reddish in colour and lives in a bush alone not emhlambini, eyalwa ithwala insimbi refering to horns-Msongi wensimbi eyibeke khanda, khona amagwala ezombalekela, only drinks water if it sees the water