Nanku umehluko phakathi kweSaga neSisho

A. isaga-isaga asiguquki sihlale sinjalo nje usibiza ngendlela eyodwa noma ngabe kunjani.

B. Isisho-ungakwazi ukusiguqula, isibonelo: ukugqemeka engeqiwa ntwala, ungakwazi ukuthi “ngigqemeke engeqiwa ntwala, noma uthi “bagqemeke engeqiwa ntwala”

isibonelo sesaga: isalakutshelwa sibona ngomopho, asishintshi ngisho usuthanda ngeke.

Izithakazelo zakwa Mayaba no Nembula

Sanibonani, bengisacela ukwazi izithakazelo zakwa Mayaba nezakwa Nembula