clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Month: July 2020 Page 4 of 8

Ncikazi clan

Izithakazelo zakwa Ncikazi

izithakazelo zakwa Thikazi

If you know Thikazi clan names, please write them by using the button below to add clan names. Siyabonga

Izithakazelo zakwa Mzamane

Ngonyama

umlando wakwaMgobhozi

Bengicela kwazi imvelaphi yakwaMgobhozi

Zotwa clan names

Sukude

Ngubeni clan names

Izithakazelo zakwa Ngubeni

Ngubeni,
Luvuno,
Mntungwa,
Khethelo,
Khethokhulu,
Nkomo yayengwayo,
Nkomo eyadla ekhaya ngokweswela abelusi,
Ntungwa lelihle njengenqoshane,

Izithakazelo zakwa Bungela

Bungela clan names, if anyone knows them, please write themΒ 

izithakazelo zakwa Nkandla

Nkandla,
Mbawula
Mashiane

izithakazelo zakwa Mdladla

I am looking for mdladla clan names

Umlando wesibongo wakwa Yeni

Abantu bakwa Yeni babengabakwa Radebe amahlubi yashintsha ifani yabo yangu Yeni.

Kunendoda kwa Radebe igama layo lalingu Yini, uYini wazala intombazane okwathi seyikhulile yagana umuntu igama lakhe elingu “Zondzi” owayezalwa ngu Shibase.
U Zondzi wayengabakhonzile abantu futhi eyiphisi ehlale engekho ekhaya. UmaYini ebathanda abantu ehlale egayile abantu beze bavakashe. Bagcina abantu bethi ikwa Yeni layikhaya. U Zondzi ebona ukuthi ilona gama elichumayo basithenga isibongo kwangu Yeni

Ezinye izizukulwane zakugxeka lokhu zaqala zazibiza ngegama lika yise u Zondi. Lo Zondi abawuye akahlobene nakancane no Zondi wakwa Nondaba Gagashe. Kodwa ngenxa yesikhathi esiphila kuso nabantu sebengawazi kahle umlando bagcina abanye o Yeni sebezihlobanise beyinto eyodwa nabantu bakwa Zondi Nondaba.

O Yeni babesuka e Koloni bafikela e South coast endaweni ebizwa ngokuthi kukwaDeyi. Kepha kulesikhathi samanje bayatholakala ko Mzimkulu, Mehlomnyama, Ndwebu, Oshabeni, Harding, Zingolweni nasezindaweni nje eziningi e South coast . Babedume kakhulu kwezonkolo zase weseli eminyakeni yo 1800

Abantu bakwa Yeni bahlobene nabakwa Shibase isibongo. O Shibase bahlukene kaningana kuno;
Shibase Yeni
Shibase Mtolo Dlangamandla
Shibase Ndaba Bhadela

Iningi labantu bakwa Yeni/Shibase batholakala e South coast la bafikela khona bebuya e Koloni.

Page 4 of 8

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: