πŸ’›

izithakazelo

Ngobese, Mqungebe 😍 Ngobese Izithakazelo noMlando

Abantu bakwa Ngobese

Abantu basemaQungebeni: Kuthiwa lababantu babehlala emigedeni ngase Ntabantuzuma kwaze kwaba nezinsolo zokuthi bangama Zimu kodwaΒ  kwahamba kwahamba aphela lawo mahemuhemu emva kokubonakala kwemfuyo yabo eningi kanti futhi babenamasimu betshalile.

Lababantu bavelele kakhulu ngesikhathi inkosi uSenzangakhona Zulu ethatha isithole sakhona uMphikase. Yiso lesisithole esingunina wenkosi uDingane owasoconga umnewabo iLembe. U Mphikase wabe engunkosikazi wesithupha ka Senzangakhona.
>> ContinueΒ  reading <<

Royalty from Ngobese last name

Prince Wandile Ngobese (Zulu Royal Descendant)
Great-grandson of Mehlokazulu kaSihayo, a famous Zulu warrior who fought in the 1879 Battle of Isandlwana under King Cetshwayo. In 2025, he was invited to Tanzania by King Mgendela Gama of the Ngoni tribe to teach Zulu culture to the youth of the Ngoni people, who are descendants of King Zwangendabaβ€”a general who fled KwaZulu-Natal during King Shaka’s rule. He performed at the Bulabo Cultural Festival in Mwanza Province, where Tanzania’s President Samia Suluhu Hassan was so impressed she requested a photo with him. He had previously been hosted by Ngoni royals in Zambia, continuing the cultural connection between Zulu descendants across Southern Africa.

Previous

Buthelezi Clan 😍 Umlando

Next

Mchunu, Meaning, Origin & Family History | Umlando

5 Comments

  1. kwanele ngobese

    I’m proud of my heritage

  2. Babongiwe Ngobese

    Wow I am so happy to know myself.I am Ngobese.mqungebe

  3. Mpilenhle

    Awu madoda yithi labo Magamndane amahle!!! Sothulisa!

  4. Ngaze ngajabula ngokwaz imvelaphi yakith aw shem nath asbancinyane

  5. AmaQungebe amaqhawe amakhulu emlandweni wasemzansi, yize noma abuye ahlakazeka ngenxa yempi yabamnyama nabamhlophe. Khona kunjalo asabumbene namanje ayahlangana njalo ngonyaka aye lapho edabuka khona eNtabantuzuma.

Leave a Reply to vikangobese@gmail.com Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén