IZITHAKAZELO ZAKWA BHENGU

IZITHAKAZELO ZAKWA BHENGU Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane, KaNgwane, kaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo. Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo! Wathi uyalithinta lahwaqabala Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze, Nyawo zeshongololo kaziphumuli. Sigampu Ngwane, ingwani ngwadi. Abayibone ngesond’ukuthi iwelile. Jali! Nina enilala nomunwe, Nivuke nikhwif’ilanga. Mmemezi kaHlangabeza! Ngcolosi!

Izithakazelo zakwa-Bhengu

Izithakazelo zakwa-Bhengu Ngcolosi! Wena wakwaDlabazane,KaNgwane, KaNephu kaLamula, Nyawo zigezwa ngamazolo, Nina enivuka nixubhe ngelala, Shongololo, Wathi uyalithinta lahwaqabala, Ngabe siyakudla sesab’imilenzelenze, Nyawo zeshongololo kaziphumuli, Sigampu, Ngwane, ingwani ngwadi, Abayibone ngesond’ukuthi iwelile, Jali, Nina enilala nomunwe, Nivuke nikhwif’ilanga, Mmemezi kaHlangabeza, Ngcolosi!

Bophela, Bhengu, Dlangalala, Gcwensa, Hlatshwayo

Bophela Hlomuka, Mgidi Dzanibe: Nqolo, Gaba, Mahlambetsha Dlangalala Galu, Nyamenja Gcwensa Mzulwini, Ndimande Gwacela Mbili, Mhlanga Gininda Nyembezi, Shamase Hlela: Madlala, Hangala, Kunene Bhengu Ngcolosi, Jali, Dlabazane, Ngwadi, Shongololo, Nondela, Cibane, Ngwane Goba Jangaza, Mbambo, Magoza Hlengwa Mashasha Biyase Ziqubu, Khathini Hlabisa: Songiya, Ngotsha, Mdinwa, Vilakazi, Somfula Hlatshwayo: Mhayise, Langa,