• Majola (Mphankomo) & Majola (Mchunu). • Ntshangase (Biyela) & Ntshangase (Wushe). • Dlamini (Sibalukhulu) & Dlamini (Nkosi). • Ndamase (Faku) & Ndamase (Mkhabela). • Diko (Khalimeshe) & Diko (Qholo).
Izibongo zakwa Ntshangase
Ntshangase: Mgazi, Biyela, Menziwa
Izithakazelo zakwa Ntshangase
Izithakazelo zakwaNtshangase: Ntshangase, Mgazi, Menziwa, Njezi ka Xhoko! Ndabezitha! Mvundlane wasoKhabeni, Mbeng’osinda abosi.
Imvelaphi yabakwa Ntshangase😍 Ntshangase History
Ntshangase History & origin: Abantu bakwaNtshangase kanye nabakwaBiyela bavela emzini wenkosi uNdaba indodana kaMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaGumede. BangaMantungwa Nguni, njengabo abantu bakwaZulu(isibongo). UNdaba wayenemizi yakhe eminingi, kodwa ngemibili eyagqama kakhulu. Owokuqala kuseMqekwini. Lona kwakuyiwona muzi omkhulu. Yilapho kwavela khona inkosi uJama(uyise kaSenzangakhona owazala iLembe) nabafowabo oNkwelo noMhana ababebalulekile
Abakwa Ntshangase 😍 Ntshangase Clan Names
Ntshangase Clan Names 😍 Ntshangase History Abantu bakwaNtshangase kanye nabakwaBiyela bavela emzini wenkosi uNdaba indodana kaMageba kaZulu kaMalandela kaLuzumane kaMnguni kaGumede. BangaMantungwa Nguni, njengabo abantu bakwaZulu(isibongo). UNdaba wayenemizi yakhe eminingi, kodwa ngemibili eyagqama kakhulu. Owokuqala kuseMqekwini. Lona kwakuyiwona muzi omkhulu. Yilapho kwavela khona inkosi uJama(uyise kaSenzangakhona owazala iLembe) nabafowabo oNkwelo
Uqedile ungethole
Uqedile ungethole Lesi simo sokukhuluma sisebenza uma ngabe umuntu esekhulume yonke into okmele ikhulunywe. Kusukela etholen uma lincela, uma luluthole kahle ubisi ngisho usungeza uth uzosenga ngeke usathola lutho lisuke seliqede lonke ubisi
Imvelaphi nobuhlobo phakathi kukaBiyela noNtshangase
Imvelaphi nobuhlobo phakathi kukaBiyela noNtshangase: Abantu bakwaNtshangase kanye nabakwaBiyela bavela emzini wenkosi uNdaba indodana kaMageba kaZulu kaMalandela. UNdaba wayenemizi yakhe, kodwa ngemibili engizoyibalula lapha. Owokuqala kuseMqekwini. Lona kwakuyiwona muzi omkhulu. Yilapho kwavela khona inkosi uJama nabafowabo oNkwelo noMhana ababebalulekile embusweni wakhe uJama. Umuzi wesibili kwakuseGazini. Ukuze kuthiwe kuseGazini kulo muzi
Izithakazelo zakwa-Biyela
Izithakazelo zakwa-Biyela Ntshangase, Menziwa, Njezi ka Xhoko! Ndabezitha! Mvundlane wasoKhabeni, Mbeng’osinda abosi, Mgazi!
Zuma, Zwane, Mazibuko, Ntshangase
Ntshangase: Mgazi, Biyela, Menziwa Mthiyane: Ndaba, Sokhulu, Luvuno, Zondo, Mazwi, Mzwili, Nqoboka, Skhangane, Langa, Ndlovu, Dlemdlem, Sokotshane, Mhlungu, Madela, Lingode, Sibhene, Gobholubabayo, Masingasilele, Sokhulu Zuma: Nxamalala, Msholozi, Matomela, Bophela, Novela, Mpisi, Zitha, Lugaju, Chongochi, Nyambisa, Hlokohloko, Maphumephethe Zwane: Mangethe, Cebekhulu, Mbengo, Mbambo, Mungwe, Phikelela, Nsela, Ndabakansele, Zikode, Nsele, Mafu, Mthayi,