clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Month: April 2019 Page 4 of 39

Izithakazelo ZakwaVezi Clan Names

Mademge kaBadedele, kaNonjevu, kaMlamula, kaVezi, kaKweyama, kaMgabadeli, kaDladla (EmaMbatheni) kaNdaba, kaSontshikazi (owayembatha izikhumba zenyathi) kaMpangazitha kaMageba kaZulu !

Izithakazelo zakwa Nzuza Clan Names

Mshazi
nondumo
vezi
mahlobo
bomaqhoboza abaqhoboza izinkomo zamadoda
bo mvula
nina enahlaba iso lesilo kwasa ngomso nahlaba elengonyama
dlodlongo
mandla kamshiza
majiya, msuthu
amakhosi yithi bo mazilisa !

Izithakazelo zakwa Magubane Clan Names

Magubane
Nkomose
Dibanto
Thole
Malinga
Wen’owalinga intaba zaganana
Nhlunu emhlophe,engaba bomvu
Ngeyomlandakazi
Mzilankatha
Msenganduna namathokazi
Ndlandla
Kubheka
Jiyane
Nongalo
Wena ophika nelanga
Didiza
Msuthu wasenhla
Zibaya,Snquma

Masukume

I love it

Mjoli

Mbedu omjoli

Msani Clan Names

Msani
Mtimande,
Kunene,
Majoka,
Nxaba,
Mbhekane,
Madluvalo,
Mthantathwa,
Mnguni,
Nonqewu,
Mgobhozi, Ntetha, Vangisa,
Mvuna,
Mageza Ngobisi!

Izithakazelo zakwa Ntuli Clan Names

Godide,
Mphemba,
Ndlela kaSompisi,
Sothole,
Gudukazi uyiNcwayo,
Khuboni,
Sompisi owaphemba ngamakhand’amadoda,
Abanye bephemba ngomlilo,
Nina base Lenge,
Enabonakala ngefu lezintuli,
Kwabe kunguSompisi kaGuqa, kaMasalela,
Mazimuzimu enidla’abantu,
Mgwabini wemikhonto,
Umahlatshwa ebuhleni njengethole,
Umagaju njengengwe,
Inhlangu eyeqa iphindaphinda,
Umanxeba angamanxuluma,
Kwasa bemhlaba uGwabini, waphika,
Lang’elaphum’endlebeni yendlovu,
Nyaka wumbe,
Lophum’ endlebeni yengwenya,
Unonjiyelwa,
Kulala uhlangothi lubomvu,
Ugodo olumuka namankayiya,
Langa!

Izithakazelo zakwa Mnisi Clan Names

Izithakazelo zakwa-Mnisi
Mvuleni,
Nkophe zimayaka!

Surnames 😍 Clan Names 😍 Clan Praises 😍 Surname history 😍 Surname origion

ooh!
Nyathi ubudede unokhonz’ingonyama
unogixa ububenga,
ooNgqila inyokemnyama ecandiziziba
ooh nkomo zikaMgangxi zicandamatha zidingumalusi
oondifake ke kulomasi
oow sithebe simananga-nanga
”ndicczukulwana sika Jela unyana ka Dalimpi ozala utata wam uSamuel..

Khawula Clan Names 😍 Khawula Clan Praises

Hlongwa,

Gabhise, Ntombela,

Gidela, Mtumaseli,

Ntanzi!

Page 4 of 39

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: