clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Day: 7 March 2022

Ndawonde Clan Names , Ndawonde Clan Praises

Izithakazelo zakwa Ndawonde Surname:

Ndawonde,
Sibhene senala,
Mdubu kaMadani,
Bulisa,
Gcogcozela,
Nina eniphanga ukufa abafokazana bephanga ukuphila,
Nina enangena endlini kwanuka utshwala,
Nangena esibayeni kwanuka inyama,
Naphumela phandle kwanuka inkwindla,
Jwara,
Zitha,
Labase,
Mbongwa,
Nina baseLenge,
Nina bangasenhla noThukela,
Ndawonde!

if you know more Ndawonde clan names or their history (imvelaphi yabo), please write them in the comments below or click this button + ADD CLAN NAMES

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Swafo surname, Swafo Clan

I would like to get clan names and origin of the Swafo surname

Mahaye Clan Names , Mahaye Clan History

I would request to know about the origin of Mahaye clan. Others they say we Sothos others say we are Zulus. Amathuna abanye okhokho ase Maseru. Ngifuna onolwazi olwaziyo noma oyisihhlobo nomaMahaye. Umuntu owaduma uNodange hhayi uNodanga abanye labo.

Nombombo Clan Names , Nombombo Clan Praises

Iziduko zako Nombombo
Ugema, UnΓ§obeni, Mthunzi “umuthi wo’mthunzi wokuphumla”, Sibakhulu, ntlangwini ~ Oontlangwini, Dlegedle, itiba, ikhuze, bhaΓ§a, into’ezadabula nge ngadla iinkomo zingake sphumi esangweni !

Ngabomu Clan Names

Iziduko zako Ngabomu:
If you know clan names or clan praises for the Ngabomu surname, please write them in the comment section below, thank you.

Page 3 of 3

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: